#naqala
Explore tagged Tumblr posts
boardgameparadisesblog · 1 year ago
Text
What is the oldest board game?
Long before the digital age and the intricate designs of modern board games, our ancestors engaged in strategic play on boards etched into the fabric of ancient civilizations. In this journey through time, let's uncover the mysteries of the world's oldest board game.
Senet: The Game of Passing Through Origins: Originating in ancient Egypt around 3100 BCE, Senet is often touted as the oldest known board game in the world. The game held spiritual significance, as it was believed to represent the journey of the soul through the afterlife. Gameplay: Senet involved a board with 30 squares, each marked with symbols. Players navigated their pieces based on the throw of casting sticks, aiming to reach the last square while avoiding hazards.
The Royal Game of Ur: Mesopotamian Mastery Origins: The Royal Game of Ur, discovered in the Royal Tombs of Ur in Iraq, dates back to around 2600 BCE. Its intricately decorated boards and artifacts indicate its significance among the elites of Mesopotamia. Gameplay: With a distinctive board featuring a mix of squares and rosettes, players raced to move their pieces across the board using dice-like tetrahedral dice. The game's rules have been deciphered from ancient cuneiform tablets.
Mancala: The African Heritage Origins: Mancala is a family of board games with roots in Africa, with some variations dating back over a thousand years. The word "mancala" itself comes from the Arabic word "naqala," meaning "to move." Gameplay: Played on wooden boards or simply in the sand, Mancala involves the strategic movement of seeds or stones among pits. The simplicity of materials belies the deep strategic depth of the game.
Go: Ancient Artistry from Asia Origins: Go, originating in China over 2,500 years ago, is one of the oldest and most enduring board games in the world. Its strategic depth has made it a cultural touchstone in East Asia. Gameplay: Played on a gridded board, Go involves placing stones to control territory. The rules are simple, yet the strategic possibilities are vast, leading to an elegant and profound game.
Chess: Medieval Mastery Origins: While not as ancient as some others on this list, chess has a storied history dating back to the 6th century in India. Its evolution and spread through Persia and the Islamic world make it a cornerstone of strategic tabletop games. Gameplay: Chess involves two players moving pieces across an 8x8 grid, each with distinct abilities. Its enduring popularity lies in its blend of simplicity and strategic complexity.
Board games, as a testament to human ingenuity and creativity, have been an integral part of our cultural heritage for millennia. From the spiritual significance of Senet to the strategic depth of Go, these ancient games continue to inspire awe and fascination, bridging the gap between ancient civilizations and the modern tabletop.
0 notes
kingscuprules · 1 year ago
Text
0 notes
romirplayhouse · 5 years ago
Photo
Tumblr media
Tente influenciar as tribos de Naqala e invocar os antigos gênios das 1001 noites para se tornar o novo sultão em FIVE TRIBES, de @brunodesmontagnes pela @daysofwonder e @galapagosjogos #brunocathala #daysofwonder #galápagosjogos #galapagosjogos #1001noites #1001nights #naqala #djiinn #genio #tribes #tribos #orient #oriente #sultan #sultao #boardgames #boardgamegeek #bgg #brettspiel #jogosdetabuleiro #boardgamephotography https://www.instagram.com/p/B0VoVPFBDMO/?igshid=163ui4pa1e5gc
0 notes
444names · 2 years ago
Text
american and french forenames BUT all vowels including "y" are replaced with "a" and excluding "aa"
Abralanla Adalas Adamaca Adanactana Adanta Adara Adgal Adnal Aladra Alandandar Alannalara Alanrava Alant Alantharan Alarc Alasta Alatan Algaraqala Allaward Almanças Amaggan Amalas Amalva Amana Amanca Amangarl Amara Amaran Amarta Amatsa Ambal Ammallasta Anacark Anaff Anala Anarga Anasta Anastalla Anatha Anavad Ancark Anclatana Anman Annandra Annathas Anracta Aphal Aphalla Aracalawn Arachla Arack Aralatta Arald Aramarla Arandar Aranna Aratha Arcan Ardall Argartras Argasa Arjasta Arlavarra Armarra Arrama Asalala Assabastal Astama Astana Astappal Astaras Athalata Atharran Attarasta Avacqas Avala Avana Avanavada Avarasala Avarla Avathalma Avava Babata Babatan Babra Bacqana Balada Balavalla Balbacas Bancard Banda Bandan Bannalanal Bannattana Banta Bapamarna Barana Baranla Barara Barga Barganda Barrada Bascalasta Batam Batha Bathaw Bavavarman Blamald Brack Bracqa Braqa Cablastan Cadabba Cadan Calack Calan Calant Calard Callah Calvargara Carga Carnack Carrala Cartnacas Cashanna Caslaxann Cassanna Casta Chagana Chalarla Chalaxa Chalma Chalmad Chanana Chandaman Chapal Charma Charmaraca Chastava Chawn Chraca Chracaral Chran Chranadgan Claffald Clala Clana Clanath Clant Clargatt Clarra Clarthald Clatha Clathal Craca Crana Cratth Daban Dablan Dalall Daland Dalard Dallandra Danan Danast Dannallat Darala Darancla Darca Darlan Darta Darthra Datadas Dwagla Dwanklan Faballa Fabra Fandama Fandan Fanpatt Farannas Fartard Farvalar Flala Fradarc Fraggara Fralaca Franack Franal Franranga Gadrawn Galana Galanatta Galanda Galaz Gallaphas Garana Garas Garava Garlachar Garlas Garmar Gartha Gassam Gasta Gatar Gatharagal Gatras Gattarca Glandrada Glanrak Glavara Gracantha Gracqa Grada Gradra Grana Gratta Gwada Hagga Hallasta Halvallava Hammaraw Hanca Handa Haraban Harall Haranna Harasta Hargathala Harna Hawan Jacal Jacallaral Jacan Jacar Jacara Jacha Jachan Jachawrana Jachra Jacqa Jacta Jafabar Jafframa Jaftana Jahal Jahnn Jalana Jalanna Jalarana Jalarra Jalfra Jamannarna Jamarasa Janalascal Janattan Janattava Janaza Janda Jandran Jandsasta Jankla Jannalla Jannarnall Jantand Jançasa Jaragana Jarangan Jarla Jarnacqasa Jarrah Jasadannal Jasamarna Jasammart Jasann Jasar Jasta Kalman Kalsabanna Kanadana Karann Kargana Kartanadra Kathal Katra Katta Kattan Kavana Kranga Lacka Laddart Lafarna Lasalassa Lassallasa Latha Lattargall Lawanrana Lawarnam Laxana Laxandan Llanla Mabbas Macarga Macarla Maght Magnattha Makatal Maladar Malasta Malavad Mallaqa Malmallas Mamarasta Manaffa Manasa Manca Mandattana Mandran Manjas Manklad Marad Marada Maraga Maramag Maramal Maramaran Maranal Maras Mardara Mardarat Marjamag Marla Marlah Marlaxa Marmarasa Marrad Marvald Massa Matan Mattamaras Nacha Nackanas Nanacka Naqala Natharanna Nattaparad Navar Navarl Padara Padasa Padragan Palan Palmark Parla Pasabarca Pathala Patharal Patharaman Phala Pranadan Prastarana Rabala Racala Racas Racqa Radagart Ragarana Ralackard Ralla Rallaca Ralvalant Ramatthala Ranaca Randaca Rasabarga Rassamagh Rassarak Rasta Ratchra Ratta Rattan Sabaraka Sabava Sacarra Sackamal Sacqana Sacta Sancachana Sandran Sanstanna Saradd Sarbartana Sartna Sassa Scadalas Shalda Shall Shama Shannalas Shartapara Shladnatas Shlana Stabara Stamanda Stana Stanac Talahn Talmalann Tamarra Tannaca Tapal Taphaga Tatrack Tavarana Thala Tharan Tharlawn Trattas Vacart Vachama Valmala Vandrann Vanga Vanlaxama Varaca Varadana Varas Varta Vastalva Vatha Vatnaqa Vavalla Wagatt Walanpard Wanaqa Wanarasa Wandar Wanna Waralal Warmarc Xanna Xavaranath Zancal
0 notes
unkulunkulumuhle-blog · 5 years ago
Text
Ukudingida Impilo Yasebandleni Nempilo Yangokoqobo
Tumblr media
Ukudingida Impilo Yasebandleni Nempilo Yangokoqobo
Abantu bacabanga ukuthi bakwazi kuphela ukushintsha uma bengaphakathi ebandleni labo, nokuthi uma bengaphili besebandleni, ukuguquka akwenzeki, bathi abakwazi ukufeza inguquko yeqiniso empilweni yabo abayiphilayo. Niyazi ukuthi yini ngempela inkinga kulokhu? Ngike ngakhuluma ngokuletha uNkulunkulu empilweni yomuntu yeqiniso, futhi le yindlela yalabo abakholelwa kuNkulunkulu ukuba bazi ngokweqiniso amazwi kaNKulunkulu. Empeleni, impilo yebandla yindlela nje ekhawulekile yokuba abantu babe ngabamsulwa nabangenasihla. Indawo eyisisekelo yokuba ngabantu abamsulwa nabaphelele kuseyiyo impilo uqobo lwayo. Le yinqubo yeqiniso neyoqobo yokuqeqeshwa engikhulume ngako, okwenza abantu bakwazi ukuphila impilo yobuntu ejwayelekile futhi bakhombise ubuntu beqiniso empilweni yansukuzonke. Iphuzu elilodwa ngelokuthi umuntu kufanele athole ukufundiseka ukuze enyuse izinga lakhe lokufundiseka, akwazi ukuqonda amazwi kaNkulunkulu, bese ethola amandla okuqonda kahle. Elinye futhi iphuzu elokuthi umuntu kufanele ahlome ngolwazi oluyisisekelo oludingekayo ukuze aphile njengomuntu akwazi nokufinyelela ekuqondeni nasekucabangeni ezingeni lobuntu obujwayelekile, ngoba abantu esikhathini esiningi bavame ukungabi nalo leli khono. Phezu kwalokho, umuntu kufanele afinyelele esimweni sokuwathokozela amazwi kaNkulunkulu ngempilo yasenkonzweni, bese kancane kancane akwazi ukuthola ukuliqonda ngokucacile iqiniso.
Kungani kuye kuthiwe uma umuntu ekholwa kuNkulunkulu, kufanele alethe uNkulunkulu empilweni yakhe uqobo? Akukhona nje kuphela ukuthi impilo yasenkonzweni ingamshintsha umuntu, kodwa okubaluleke kakhulu, umuntu kufanele angene empilweni yeqiniso empilweni yoqobo. Nanivame ngaso sonke isikhathi ukukhuluma ngesimo senu somoya nezindaba zomphefumulo kodwa nibe niyekelele ukuqeqeshwa ezintweni eziningi, kanjalo nokunganaki ukungena kwenu kuzona. Nabhala zonke izinsuku, nalalela zonke izinsuku, futhi nafunda zonke izinsuku. Nakhuleka ngenkathi nipheka: "Awu Nkulunkulu! Ake Wena ube ukuphila kwami ngaphakathi kimina. Ngizodlula kanjani kulolu suku? Ngicela ungibusise, ungikhanyisele. Nanoma yikuphi ongikhanyisela ngakho namuhla, ngicela ungisize ngikuqondisise ngalesi sikhathi, ukuze amazwi aKho abe ukuphila kwami." Naphinde nakhuleka ngenkathi nidla isidlo sakusihlwa: "Awu Nkulunkulu! Usiphe lesi sidlo. Ake usibusise. Amen! Sicela usivumele sincike kuWe ngezimpilo zethu. Ake ube nathi. Amen!” Emva kokuqeda isidlo senu sakusihlwa ngenkathi nigeza izitsha, naqala futhi Nalanda nithi: "O Nkulunkulu, ngiyilesi sitsha. Emva kokuba lesi sitsha sesisetshenzisiwe sifana nathi, singcoliswe nguSathane, manje kufanele sigezwe ngamanzi, Wena-ke ungamanzi, amazwi aKho angamanzi aphilayo anikeza ukuphila kimina." Emva kokusho lokho, uma sekuyisikhathi sokulala, naqala nilandaa futhi: "Awu Nkulunkulu! Ungibusisile wangihola osukwini lonke. Ngibonga kakhulu kuWe...." Usuku lwakho luhambe kanje waze wathathwa ubuthongo. Abantu abaningi baphila kanje zonke izinsuku, ngisho namanje, abakanaki ukungena kweqiniso, kodwa bagxila kuphela ekwenzeni izinto ngezindebe zomlomo kuphela emikhulekweni yabo. Le yimpilo yomuntu yangaphambilini—impilo yakhe yakudala. Abantu abaningi banje, abanakho ukuqeqesheka kweqiniso, futhi kuncane kakhulu ukuguquka kweqiniso kubona. Bakhuluma nje ngezindebe zomlomo imikhuleko yabo, beza kuNkulunkulu ngamazwi kuphela kodwa kabanakho ukuguquka ekuqondeni kwabo. Ake sithathe isibonelo esilula nje—uku ikhaya lakho. Uyabona ukuthi ikhaya lakho lingcolile, ngakho uhlala lapho ukhuleke: "Awu Nkulunkulu! Buka inkohlakalo uSathane ayilethe kuleli khaya. Awu Nkulunkulu! Ngiyakudumisa futhi ngiyakubonga. Ngingcole njengalo leli khaya, futhi ngaphandle kwensindiso nokukhanyiselwa nguWe, bengingeke ngilibone leli qiniso." Uhlala lapho nje ukhulume, ukhuleka isikhathi eside, bese wenza sengathi akukho lutho olwenzekile, uziphathise okowesifazane omdala ohhemayo. Udlula empilweni yomphefumulo wakho ngale ndlela ngaphandle kokungena ngempela esimweni njengoba sinjalo, kunemikhuba eminingi oyenza ngenjwayelo hhayi ngokweqiniso! Ekuziqeqesheni ukuba ungene esimweni njengoba sinjalo, kubandakanya izimpilo zabantu zangokoqobo futhi kubandakanya izingqinamba zeqiniso—yilokhu kuphela okungaletha inguquko yeqiniso kubona. Ngaphandle kwempilo yeqiniso, abantu ngeke bakwazi ukuguquka, lapho-ke kuyosiza ngani ukukhuleka ngezindebe zomlomo nje kuphela? Ngaphandle kokuqonda isimo somuntu, yonke into ingukuchitha nje isikhathi, futhi ngaphandle komendo ocacile wokwenza izinto, yonke into iyize leze! Imithandazo yeqiniso ingasigcina isimo esifanele ngaphakathi ebantwini, kodwa ayikwazi ukubaguqula ngokuphelele. Njengoba wazi ukuzenzisa komuntu, ukuzidla, ukuqhosha, ukuziqhenya, kanye nesimo senkohlakalo—ukwazi lezi zinto akufiki ngomthandazo, kodwa kutholakala ngokunambithisisa amazwi kaNkulunkulu, futhi azwiwa ngokukhanyiselwa uMoya oNgcwele empilweni. Esikhathini sanamhlanje bonke abantu bayakwazi ukukhuluma kushelele ulimu, futhi bavame ukulalela izintshumayelo eziphakeme, eziphakeme kunazo zonke ezake zazwakala eminyakeni edlule, kodwa kuncane kakhulu kwalezo zintshumayelo okwenziwayo empilweni yoqobo. Lokho kusho ukuthi, ezimpilweni zabantu akunaNkulunkulu, abanayo impilo yomuntu omusha emva kokuguquka. Akukho ukuliphila iqiniso empilweni, futhi akukho Nkulunkulu ezimpilweni eziphilwa ngabantu. Izimpilo zabantu ziphilwa sengathi bangamadodana esihogo. Ingabe lokhu akukona ukuchezuka okucace bha?
Ukuze kuhlunyeleliswe isimo somuntu ojwayelekile, okusho, ukufeza isimo esijwayelekile emuntwini, abantu abakwazi ukumthokozisa uNkulunkulu ngamazwi abo nje kuphela. Bayazilimaza ngokwenza lokho, futhi akunamvuzo empilweni yabo nasekuguqukeni. Ngakho-ke, ukuthola inguquko, abantu kufanele bakwenze kancane kancane, bangene ngokungasheshi, bafune futhi bafunisise kancane kancane, bangene kokuhle, futhi baphile impilo yangokoqobo yeqiniso, impilo yabangcwele. Kusukela manje kuya phambili, ibandakanya izihloko zeqiniso, izinto zeqiniso, kanye nezimo zeqiniso, ivumela abantu ukuba bathole ukuqeqeshwa okungokoqobo. Akudingi ukuba benze ngezindebe zomlomo; kunalokho, kudinga izimo zeqiniso zokuqeqesheka. Abantu bagcina bezibona ukuthi bawuhlobo olubi kakhulu, bese-ke beqala ukudla nokuphuza ngendlela amazwi kaNkulunkulu, ukungena okufanele, nokwenza ngokufanele; kutholakala kanjena-ke ukwenza okufanele, kungenwa kanje nangokushesha. Ukuguqula abantu, kufanele kube khona ukubuka ngendlela efanele, kufanele bazejwayeze izinto ngezimo zangempela, izinto zeqiniso, kanye nezimo zeqiniso. Ngokuncika nje empilweni yasenkonzweni kuphela, ingabe kungenzeka ukufeza ukuqeqeshwa kweqiniso? Ingabe umuntu angangena ezimweni zangempela? Cha. Uma umuntu engakwazi ukungena empilweni yangempela, ngakho-ke akakwazi ukuguqula izindlela zakhe zakudala zokwenza izinto zokuphila impilo. Akungenxa nje kuphela yobuvila bomuntu noma yokuthembela kuyena ngokunzulu, kodwa kungenxa yokuthi umuntu akanawo amandla okuphila, ngaphezu kwalokho, akanakho ukuqonda amazinga esimo umuntu ojwayelekile afunwa uNkulunkulu. Ngaphambilini, abantu babehlale bexoxa, bekhuluma, behlanganyela, baze baphenduka "abaqaphuzi"; kodwa akekho namunye wabo owayefuna inguquko esimweni sempilo yabo; babegxile nje ekufuneni amathiyori anzulu. Ngakho-ke, namhlanje kufanele nishintshe le mpilo yenkolo yokukholwa kuNkulunkulu. Kufanele ningene futhi nizejwayeze ukugxila entweni eyodwa, udaba olulodwa, umuntu oyedwa. Kufanele nenze izinto ngokugxila kokuthile—yilapho kuphela lapho niyothola imiphumela. Ukuze kuguqulwe abantu, kufanele kuqale ngesiqu sabo uqobo. Umsebenzi kufanele uqondiswe esiqwini nasesimilweni sabantu, izimpilo zabo, ekuvilapheni kwabo, ukuzimela ngabanye, kanye nokwahlulwa yizinhliziyo kwabantu, futhi kungale ndlela kuphela lapho beyothola ukuguquka khona.
Yize noma impilo yebandla ingakhiqiza imiphumela kwezinye izindawo, okusemqoka ukuthi impilo yeqiniso ingaguqula abantu, kanti isimo sabo sakudala ngeke saguquka ngaphandle kwempilo yeqiniso. Ake sithathe umsebenzi kaJesu ngeNkathi Yomusa. Ngenkathi uJesu echitha imithetho yangaphambilini esungula imithetho yesikhathi esisha, Wakhuluma ngezibonelo zempilo yangokoqobo. Ngenkathi uJesu ehola abafundi baKhe ezinkalweni zikakolweni ngeSonto, kwathi lapho abafundi sebelambile bakha bazidlela ukolweni, abangakholwa bathi uma bekubona lokhu bathi abaligcini iSabatha. Baphinde bathi abantu babengavunyelwe ukusindisa amankonyane ayewele emgodini ngeSabatha, beqonde ukuthi akukho msebenzi okufanele wenziwe ngeSabatha. UJesu wasebenzisa lezi zehlakalo ukumisa kancane kancane umthetho wesikhathi esisha. Ngaleso sikhathi, Wasebenzisa izimo eziningi zangokoqobo ukuze abantu baqonde futhi baguquke. Lona ngumgomo uMoya oNgcwele enza ngayo umsebenzi waKhe, futhi ukuphela kwendlela engaguqula abantu. Uma bengenazo izibonelo ezingokoqobo, abantu bangakwazi ukuthola ukuqonda ngokwethiyori kuphela bese bekwazi ukuqonda izinto ngokomqondo—lena akuyona indlela esebenzayo yokuguqula abantu. Uma kukhulunywa ngokuthola ulwazi ubuhlakani nokuqonda ngokuqeqeshwa, kungafezwa kanjani lokhu? Ingabe umuntu uthola ubuhlakani nokuqonda ngokuba nje alalele, afunde, kanye nokuthuthukisa ulwazi lwakhe? Ingabe lokhu kuholela kanjani ekutholeni ubuhlakani nokuqonda? Umuntu kufanele alwele ukuqonda nokuba namava ngempilo yangokoqobo. Ngakho-ke, ukuqeqesha akufanele kube kuncane futhi umuntu angabe esagudluka empilweni yangokoqobo. Umuntu kumele aqikelele ukubheka amaphuzu ahlukene akwazi ukungena emaphuzwini ahlukahlukene: izinga lokufundiseka, ukuzizwakalisa, ikhono lokubona izinto, ikhono lokuhlola isimo, ikhono lokuqonda amazwi kaNkulunkulu, ukuphusa komqondo nemithetho yabantu, kanye nezinye izinto ezihlobene nobuntu umuntu okufanele ahlome ngazo. Emva kokuba ukuqonda sekutholakele, umuntu kufanele agxile ekungeneni, yilapho kuphela lapho inguquko izotholakala khona. Uma umuntu esethole ukuqonda kodwa enganaki ukuba akusebenzise, pho inguquko izokwenzeka kanjani? Manje, umuntu usenokuqonda okukhulu, kodwa akaphili isimo ngokweqiniso, ngaleyo ndlela ukwazi ukuthola ukuqonda amazwi kaNkulunkulu kancane nje. Uthole ukukhanyiseleka okuncane nje; uthole ukukhanya okuncane okuvela kuMoya oNgcwele, kodwa awukangeni empilweni yeqiniso, noma kungenzeka awunandaba nhlobo nokungena, yingakho uzoba nenguquko encane. Emva kwesikhathi eside kangaka, abantu sebeqonda okuningi futhi bayakwazi ukukhuluma mayelana nolwazi lwamathiyori abo, kodwa isimo sabo sangaphandle asikaguquki, nohlobo lwabantu abayilo selokhu lunjalo akukho nokuncane ukuba ngcono. Uma lokhu kunjalo, niyoze nigcine ningene nini?
Impilo yasenkonzweni ukuphela kohlobo lwempilo lapho abantu behlanganyela khona ukuze betshise amazwi kaNkulunkulu, kuthatha ingxenyana encane nje yempilo yomuntu. Uma impilo yomuntu yeqiniso ingake ifane nempilo yakhe yasenkonzweni, kubandakanya impilo yakhe yomphefumulo, ukunambithisisa amazwi kaNkulunkulu ngokufaneleyo, ukukhuleka nokusondelana noNkulunkulu ngokufanele, ukuphila impilo yeqiniso lapho kwenziwa yonke into ngokuhambisana neqiniso, ukuphila impilo yeqiniso yokuphila ngokukhuleka kanye nokuthula cwaka phambi kukaNkulunkulu, impilo yokucula amaculo nokusina phambi kukaNkulunkulu, ukuphela kwempilo engaletha umuntu empilweni yamazwi kaNkulunkulu. Abantu abaningi bagxila kuphela emahoreni ambalwa empilo yabo yasenkonzweni ngaphandle "kokunakekela" impilo yabo yangaphandle kwalawo mahora, sengathi ayibalulekile kubona. Kuphinde kube khona abantu abaningi abangena empilweni yobungcwele uma bedla futhi bephuza amazwi kaNkulunkulu, becula amaculo noma bekhuleka, bese bebuyela ezimpilweni zabo zakudala emva kwalezo zikhathi. Izimpilo ezinjalo azikwazi ukuguqula abantu, futhi ngeke zibavumele ukuba bamazi uNkulunkulu. Ekukholweni kuNkulunkulu, uma umuntu elangazelele inguquko esimweni sakhe, kufanele angazihlanguli empilweni yangokoqobo. Empilweni yangokoqobo, kufanele uzazi wena, uzihlubuke, uphile iqiniso, kanjalo nokufunda imigomo, amaphuzu aphusile nenza umqondo nemithetho yokuziphatha kuzo zonke izinto ngaphambi kokuba ukwazi ukufeza uguquko oluza kancane kancane. Uma ugxila kuphela olwazini lwamathiyori uphile kuphela phakathi kwemicimbi yezenkolo ngaphandle kokungena ujule empilweni yangokoqobo, awusoze-ke wangena empilweni yangokoqobo, awusoze wazazi wena uqobo, iqiniso, noma uNkulunkulu, futhi uyohlezi uyimpumputhe futhi ungazi. Inhloso yokusebenza kukaNkulunkulu kumuntu akukona ukumvumela ukuba abe nempilo elungile emahoreni ambalwa kuphela osukwini oluphelele ngenkathi ephila enyameni esikhathini sonke. Futhi akukona ukuguqula ulwazi lomuntu lwamathiyori. Kunalokho, ukuba ashintshe isimo sakhe sakudala, ukuba ashintshe impilo yangaphambilini, ukuba ashintshe konke ukucabanga kwakhe kwakudala kanye nendlela abuka ngayo izinto. Ukugxila kuphela empilweni yasenkonzweni ngeke kushintshe imikhuba yakhe yakudala yokuphila noma kushintshe izindlela zakhe zangaphambilini asephile ngazo isikhathi eside. Noma kwenzenjani, umuntu akufanele aqhelelane kakhulu nempilo ngokoqobo. UNkulunkulu ucela abantu ukuba baphile izimpilo ngokwempilo yangokoqobo, hhayi nje enkonzweni kuphela; kodwa ukuba baphile iqiniso empilweni yabo yangokoqobo, hhayi nje enkonzweni kuphela; ukuba bagcwalise imisebenzi yabo yempilo yangokoqobo, hhayi nje enkonzweni kuphela. Ukungena empilweni yangokoqobo, umuntu kufanele aphendukisele yonke into empilweni yangokoqobo. Uma abakholwa kuNkulunkulu bengakwazi ukungena empilweni yangokoqobo bazazi noma baphile ubuntu empilweni yangokoqobo, bazoba yizahluleki. Labo abangamlaleli uNkulunkulu yibo bonke abantu abangeke bakwazi ukungena empilweni yangokoqobo. Yibo bonke abantu abakhuluma ngobuntu kodwa baphile ngemvelo yamadimoni. Yibo bonke abantu abakhuluma iqiniso kodwa baphile ngokwezimfundiso esikhundleni salo. Labo abangakwazi ukuphila iqiniso empilweni yangokoqobo yilabo abakholwa kuNkulunkulu kodwa abazonda futhi bemphika Yena. Kufanele uzejwayeze ukungena empilweni yangokoqobo, uwazi amaphutha akho, ukungalaleli nokunganaki, kanye nobuntu bakho obungajwayelekile kanjalo nobuthakathaka bakho. Ngaleyo ndlela, lonke ulwazi lwakho luzodidiyelwa esimweni sakho sangokoqobo nezingqinamba. Yilolu hlobo lolwazi kuphela olungolweqiniso futhi olungakuvumela ukuba uqonde kahle isimo sakho futhi ukwazi ukuthola inguquko yesimo sakho.
Manje njengoba ukulungisiswa komuntu sekuqale ngokuhlelekile, umuntu kufanele angene empilweni yeqiniso. Ngakho-ke, ukuze kufezeke inguquko, umuntu kufanele aqale ukungena empilweni yeqiniso, aguquke kancane kancane. Uma ugwema impilo yomuntu ejwayelekile ukhulume kuphela ngezihloko zezikamoya, kusho ukuthi izinto zizokoma zihlale ziyisicaba, azibi ngezeqiniso, futhi-ke pho umuntu uyoshintsha kanjani? Manje utshelwa ukuba ungene empilweni yangokoqobo wenze izinto, ukuze ukwazi ukusungula isisekelo sokungena kumava eqiniso. Lena ngenye yezinto umuntu okufanele azenze. Umsebenzi kaMoya oNgcwele ngokuqavile ukuhola, ngenkathi okunye konke kuncike ekwenzeni kwabantu nokungena. Bonke abantu bangakwazi ukuthola ukungena empilweni yangokoqobo ngezindlela ezahlukahlukene, njengokuthi bangamletha uNkulunkulu empilweni yeqiniso, baphile njengabantu abajwayelekile. Yile mpilo kuphela enomqondo!
Umthombo: IBandla LikaNkulunkulu USomandla
0 notes
pugotheday-blog · 6 years ago
Text
Tumblr media
Five Tribes, the jinns of Naqala, is a game of Bruno Cathala, illustrated by Clément Masson, published by Days Of Wonder. It is aimed at an audience of 13 years minimum, for 2 to 4 players for about 60 minutes.
2014 is the year of the horse in China, playful land is the year of the Bruno of the mountains!! Since January, Bruno Cathala has delivered Desperados of Dice Town, Mrs Ching, Abyss, the extension Titans for Cyclades and Dragon Run remain to come, and there Five Tribes, the jinns of Naqala. Just that… After Abyss in Bombyx, co designated with Charles ChevallierCathala once again managed to release a game aimed at an informed audience from a publisher with more family-related habits. But we can only rejoice! ^^
Tumblr media
Each player will try to become the level sultan of Naqala winning the favors of five tribes and jinns. Hence the title. 🙂
The five tribes are represented by of the meeples (yellow viziers, white sages, blue builders, green merchants and red assassins). The jinn are when to them on cards. Using the various specifics of all this beautiful world, you will score and the highest score wins the title of sultan.
The dark and mysterious box weighs very heavy and contains a impressive amount of material. As you can see on the different photosthere is a plethora of meeples, camels, palms, palaces, and all that in wood. of the punchboard very thick for the tiles of the tray and the coins. of the cards square for beautiful jinn and small cards for different market resources. A standard score block (sign that many games will be played?) and game aids Individuals complete the booklet rules. In addition to the bag at meeple, DoW provides ziplock to store all that as you want. To sort was I say because to tidy up you will find an elegant thermoforming.
Each player receives 50 gold coins as well as the player and the camels of its color (orange, pink, turquoise or black ... unusual colors but rather nice .. Sorry for the fanatics of green or red, traditional colors are used for different tribes). Then 30 land tiles are placed randomly (red or blue tile) while forming a field of 6 by 5. Then 3 meeple taken at random from the bag are placed on each of the tiles. A market of nine resource cards is placed next to the board as well as the first three jinns.
Tumblr media
It consists of two phases: an auction to determine the order of play, then one action per player.
The auction phase allows you spending money or not, from you to place more or less high on a ladder which determines the order of play for the next round, but also the order of bet for the next auction. The first player of this turn will also be the first to bet for the next auction. A subtlety is added here. 3 slots are planned for zero bids. The first player to put 0 will automatically be the last player of the turn, because the next player who will also 0 will be right in front of him. Putting 0 for the round of play will keep gold coins but in addition to playing last round this turn, you will also bet last time to the next round ... Subtle choice ...
The action phase is the heart of the game. And following the order set in the auction phase, you will take All meeple one box (3 for example). Then you go edseed these meeple on as many boxes as meeple taken (so 3 in the example). The constraints for the égrainage are the following ones:
a meeple per box, displacements are done orthogonally, without going back, the last meeple must be placed on a square that already contains a meeple of this color. Once this move is made, you retrieve the last meeple posed as well as all meeples of its color of this box (at least 2). You will then do the power of the tribe according to the color recovered:
a meeple yellow, be a vizier, you keep these meeple in front of you to convert them into poivictory at the end of the game a meeple green, be a traderit gives you direct access to market resources a meeple blue, a builder, you earn gold coins based on adjacent blue tiles a meeple White, a wise, you earn points or recover djinns a meeple red, be a assassin, and lets you kill a meeple kept by another player or meeple on the tray.
And it's not not finished!!! Once the tribal power is done, you realize the power of the tile where you finished your movement. Either you add a palm tree on an oasis, a palace on a village, or you shop at small or large markets, or you can invoke a djinn among those available.
And it's not not finished!!! If at the end of your action, you empty a tile (taking the last meeple present or by assassinating via the red tribe a meeple isolated on a tile) you immediately drop a camel of your color on the tile. This one belongs to you immediately, indefinitely and without any conceivable loss.
And then it's over and it's up to the next player.
Two reasons can end the game: there is no more valid movement of meeples or a player puts down his last camel. In both cases, the current tour ends and the movements of meeple leave room for accounting.
There are 8 different ways to score points at Five Tribes.
First, gold coins earn points !! Ouch!! So the more you are greedy in the auction phase, the poorer you are in gold and in point ... The second, the viziers, one for each, easy. But the further subtlety, every gap of unity between the players will be rewarded with ten points. Example: 4-player game, 4 vizier against 3 against 2 against 1. Vizier points will be 34, then 23, then 12 and 1. The sages can either earn you two points each or you can summon the jinn. They also bring victory points. The different resources gleaned walk in series to earn gold and therefore victory points. Finally the tiles you own bring you points (their own value) and all the palms (3 points) and palaces (5 points) present on your tiles. It makes possibilities!
Five Tribes so is a game of displacement of meeple with a good dose of opportunism, sprinkled with interaction (Assassin / jinn). Finally, Five Tribes is quite simple: an auction, a move from meeple for the best shot possible. But the multitude of possibilities makes it a relatively demanding and profound game.
The big one replayability of Five tribes is for me certain and comes from two aspects: random set up (arrangement of tiles and meeple) and player actions. And depending on how the players will scratch and disperse the different tribes, this will influence the actions in the next rounds. Two parts are not really alike.
Five Tribes is full of subtleties. Beyond the points mentioned above, it is perhaps these details who charmed me in this game. The first phase auction, fast compared to the action phase, but is really decisive. The subtleties of scoring, with the bonuses of majorities viziers, the gold you spend is as many points lost, tiles that you own that you manage to add palms or palaces, the existence of combo (assassins who can recover two tiles in the same turn, or the jinn who combottent with palms or palaces ...), and especially the slaves. Slaves, of which I have not yet spoken, are maps included in the resources of the market. Their uses are multiple: multiplier for the tribe of the builders, increase of the range of the assassins, accompaniment of the sages for the invocation of the jinns, sacrifice for the activation of certain jinns. These cards can not be counted in the series of resources, they do not bring points directly, but are necessary for the realization of certain strategies and can really boost certain actions.
The editing is just perfect. A box really full of wood between all the camels, meeplepalms and other palaces, thick tiles, beautiful illustrations of jinn and cover.
Tumblr media
All this justifies the price of Five Tibes and a very big congratulations to Bruno Cathala, DoW and Clément Masson. clap clap.
And to try to be exhaustive, the two-man game is also excellent with some adjustment on the number of camels of each player (11 instead of 8) and each player will play two actions per turn (naturally determined at auction).
The movement mechanics of meeple here is the heart of the game. It is quite simple, effective and surrounded by subtlety. However, the agreement between mechanics and theme is not optimal. The meeples move from tiles to tiles, their number reduced during the game, the 5 tribes have identifiable roles but ... There's a small but on the depth of the theme. Certainly the illustrations of the jinn, the slaves (still them ^^) and the meeple camels, palms and palaces give a bit of immersion. But the highlight of the game remains are working and not its theme.
Graphically, the jinn seduced. Less than the tiles found a little bland. This is to be qualified. Firstly, the tile is rich in points, the more it is visually rich (see tiles 15 and 12). The dark and sandy appearance of the tiles increases the readability between the 90 meeple at the beginning of the game, plus the cartridge of points and action on each tile. And the sandy side also nuances the thematic point discussed above.
The game helps are great. Everything is on it, the flow, the actions, the powers of the jinns. But too big? At the same time, apart from your gold, some meeple and some jinn you do not have much in front of you and after several games, only one at the table will be enough to recall the powers of jinn.
Analysis paralysis? Will the game suffer from too many possibilities? I do not believe. The goal is to make the best shot possible every turn. If your opponent has not seen it so much better for you. It makes seize the opportunity of the moment. Sometimes you have to pay the auction to play before the others if you are afraid that you break your shot. Possibilities there are many. Yes. Especially at the beginning of the game. The meeple become scarce during the game so this impression fades. And as for the difference in level between a gamer and an inexperienced player, it must be remembered that this is a demanding game for the discerning player. And even after that, the author himself to some advice to give novices:
avoid creating boxes with a single meeple (especially if they are of high added value). avoid creating boxes with a Meeple a color accompanied only by assassins (especially if the box is high value added). avoid creating accumulations of meeples same color ds the same box.
Tumblr media
Five Tribes, The jinns of Naqala is excellent from mechanics to achievement. It will break a number of neurons. Informed public advised. It is released on August 29, 2014.
A game of Bruno Cathala edited by Days Of Wonder 2 to 4 players from 13 years old duration approx. 60 minutes
0 notes
613mandi · 8 years ago
Photo
Tumblr media
We finally have the opportunity to try the Five Tribes expansion, Thieves of Naqala. Review coming soon! #todieforgames #gamergirl #geek #geekgirl #games #bgg #tabletop #boardgames #pinupgeek #boardgaming #fun #gamenight #geekandsundry #ottawa @daysofwonder @brunodesmontagnes
4 notes · View notes
tabletopgamesblog · 4 years ago
Text
Five Tribes (Saturday Review)
Five Tribes (Saturday Review)
Release Date: 2014Players: 2-4Designer: Bruno CathalaLength: 45-90 minutesArtist: Clément MassonAge: 13+Publisher: Days of WonderComplexity: 3.0 / 5
The task in hand wasn’t going to be simple, but the rewards were huge. You could become ruler of Naqala if you were able to influence the people of the land to help you reach your goal. You were hoping to get the help of the djinns, but they would…
View On WordPress
0 notes
gameosity · 7 years ago
Photo
Tumblr media
Interview with Lucian Kahn Designer of Dead Friend
Related Post Defense of the Citadel on Kickstarter Saloon Tycoon Expands on Kickstarter The Artisans of Naqala, an expansion for Five Trib... Dungeon Dwellers Interview
https://gameosity.com/2018/03/07/interview-with-lucian-kahn-designer-of-dead-friend/
0 notes
rogersolerv · 7 years ago
Photo
Tumblr media
Five Tribes: The Djinns of Naqala #fivetribes #boardgames #meeples
0 notes
kingscuprules · 1 year ago
Text
0 notes
sitedabaixada · 7 years ago
Text
Exposição e Jogos da Humanidade no TopShopping
Tumblr media
Do dia 2 a 31 de janeiro, as famílias e grupos de amigos poderão se divertir com jogos de tabuleiro no TopShopping. É a exposição “Jogos da Humanidade”, que apresentará alguns dos principais jogos de tabuleiro fabricados pelo homem em diferentes países e épocas. Além de conhecer as histórias de cada jogo, que estarão expostas em painéis, o público poderá aprender as regras e experimentar gratuitamente os jogos nas mesas dispostas no local da mostra.
A exposição tem como característica reunir em uma mesma atividade crianças, adolescentes e adultos, resultando em uma atividade que agrega famílias e amigos de todas as idades.
Os jogos
O Fanorona (ou Fanorone) é um jogo originário de Madagascar, país que ocupa a maior ilha do continente africano. Surgiu no fim do século XIV e se tornou o jogo nacional do país. O nome Fanorona derivaria de fano, que é o nome da árvore cujas sementes são usadas como peças para o jogo. Durante muitos anos teve um importante papel nos rituais da ilha e é jogado basicamente por pastores.
O Quoridor é um jogo de estratégia considerado um dos melhores jogos contemporâneos. Foi criado em 1997 pelo designer italiano Mirko Marchesi, tendo recebido os prêmios Mensa Select (1997), Games Magazine Game of the Year (1998) e Games Magazine Top 100 (1999).
O jogo Mancala é originário da África (2000 a.C.).  Alguns tabuleiros desse jogo foram encontrados no Egito na época do Antigo Império (1580-1085 a.C.). Os tabuleiros estavam esculpidos nas lajes de cobertura do templo de Kurna, na entrada do templo de Carnaque e no topo das paredes do templo de Lúxor.
Seu nome deriva do árabe mangala (ou magala) e do verbo naqala, que significa mover, deslocar. Mover as sementes tem o sentido de semear a colheita e, por isso, as pessoas deixam o tabuleiro fora de casa à noite para que os deuses possam jogar e favorecer as colheitas.
O Surakarta é um jogo de tabuleiro da Indonésia, mas que não possuía um nome específico no seu país natal, onde era chamado apenas por “o jogo”. Chegou à Europa em 1970, onde recebeu o nome de Surakarta, referindo-se à cidade localizada na ilha de Java, banhada pelo rio Solo, onde possivelmente teve origem.
O jogo Torre de Hanoi foi inventado pelo matemático francês Edouard Lucas.  Este jogo é uma versão simplificada da mítica torre de Brahma, existente em um templo em Benares, na Índia.
Segundo a lenda, quando Brahma criou o mundo, colocou três postes verticais de diamante e, num deles, 64 anéis de ouro de tamanhos diferentes, empilhados na ordem do menor para o maior. Os monges deveriam transferir essa pilha para um dos dois outros postes, na mesma ordem original. Eles poderiam transferir um anel de cada vez utilizando outro poste, mas nunca colocando um anel maior por cima de um menor. Quando todos os 64 discos fossem transferidos, o templo seria destruído e o mundo se acabaria.
Serviço
JOGOS DA HUMANIDADE
Período: 02 a 31/01/18.
Local: Loja Vazia, em frente à Megamatte – 3º piso.
Horário: de segunda a sexta, das 12h às 22h. Sábado, das 10h às 22h. Domingo, das 15h às 22h.
0 notes
bottletopgames · 7 years ago
Photo
Tumblr media
The Djinns of Naqala #fivetribes #fivetribestheartisansofnaqala #djinns #boardgames
0 notes
wederynnaythasthings · 7 years ago
Photo
Tumblr media
Soirée five tribes avec l'extension les Artisans de Naqala. Toujours possible de se prendre une gifllette sans les artisans! (à Bordeaux, France)
0 notes
kelliejworley · 8 years ago
Text
Whims of the Sultan – Five Tribes | Days of Wonder
Five Tribes, The Djinns of Naqala – Crossing into the Land of 1001 Nights, your caravan arrives at the fabled Sultanate of Naqala. The old sultan just died and control of Naqala is up for grabs! The oracles foretold of strangers who would maneuver the Five Tribes to gain influence over the legendary city-state. Will you fulfill the prophecy? Invoke the old Djinns, move the Tribes into position at the right time and the Sultanate may become yours!
from http://theboardgameapp.com/Social/whims-of-the-sultan-five-tribes-days-of-wonder/ from Board Games Live https://theboardgameapp.tumblr.com/post/160364118413
0 notes
louismmcnutt · 8 years ago
Text
Whims of the Sultan – Five Tribes | Days of Wonder
Five Tribes, The Djinns of Naqala – Crossing into the Land of 1001 Nights, your caravan arrives at the fabled Sultanate of Naqala. The old sultan just died and control of Naqala is up for grabs! The oracles foretold of strangers who would maneuver the Five Tribes to gain influence over the legendary city-state. Will you fulfill the prophecy? Invoke the old Djinns, move the Tribes into position at the right time and the Sultanate may become yours!
Source: http://theboardgameapp.com/Social/whims-of-the-sultan-five-tribes-days-of-wonder/
from Board Games Live https://boardgameslive.wordpress.com/2017/05/06/whims-of-the-sultan-five-tribes-days-of-wonder/
0 notes