#Umazi
Explore tagged Tumblr posts
Text
Debating on drawing a set of murals the Umazi would've carved to tell their story.
2 notes
·
View notes
Photo
Umazi - Shot by me Creative Director/Model: @_umazi Assistant Director: @yonathaneliastv Makeup: @king.kamate @glamtechz.studio Dress: @jesuis.nyc • • • #fashionphotographer #CheyTheShooter #fashioneditorial #fashionmagazine #fashionmodel #vfiles #sigma35mmart #dc #streetdreamsmag #losangeles #indiedesigner #shootersunion #nycphotography #nycphotographer #nycshooters #newyorkcity #fashionista #streetstyle #travellingphotographer #styleinspo #streetfashion #fashionstylist #editorialphotography #vfiles #editorialshoot #papermagazine #sigmalensseason #Canon6D #nycfashionphotographer — view on Instagram https://ift.tt/2QxnVKX
1 note
·
View note
Text
LFOD Radio Ep. 115 (Featuring Block to Booth)
Block To Booth is on a mission to revolutionize the studio service experience by bringing it right to your front door. We met Sensei Swagg & Umazi at MECon 2018, where they first told us about their vision. It's been dope watching it evolve since then, growing to include a web series and promotional platform for artists as well. With Season One filming this weekend, the timing was right to bring them in for a conversation. We also learned a bit about their individual backgrounds: Sensei's adventures as a Brooklyn kid learning to rap, Umazi's experience as an international activist, and how their two paths brought them together. The positive energy these two radiate is contagious...
Listen below or on your favorite podcast app, whether that’s Itunes, Google Play, Stitcher, etc… We also broadcast live every Tuesday at 7pm on 91.5FM in Boston or streaming right here.
#LFOD#LFODRadio#BlockToBooth#Block to Booth#Sensei Swagg#Sophie Umazi Mvurya#Podcast#Live Free or Die#Hip-Hop#Rap#Boston#New England#Rapper#LFODLife#RepNewEngland
0 notes
Text
3. Ukuchaza uNkulunkulu oyedwa weqiniso “njengoNkulunkulu Wobuthathu” kungukudelela nokuhlambalaza uNkulunkulu
Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:
Niyazi ukuthini, eqinisweni, uZiqu Zintathu uyinto engekho. UNkulunkulu akanaye uYise noma iNdodana, ingasaphathwa eyokuthi kunethuluzi elisetshenziswa nguYise neNdodana ngokubambisana: uMoya oNgcwele. Wonke lawa ngamanga futhi yinto engakaze ibe khona kulo mhlaba! Kodwa la manga anomsuka futhi anesisekelo esithile, nihlakaniphe kabi ukuba ningavele nikhohliseke nje kanjalo. Kodwa, la manga abonakala eyiqiniso futhi eyimvelo, kangangokuthi awanakungenwa ngisho uSathane imbala. Okubuhlungu ukuthi yonke le mibono ingamanga futhi ayikaze ibe khona! Anikalazi iqiniso langempela; nimane niyaqagela futhi niyazicabangela nje, niyiguqule ibe yindaba yokukhohlisa abantu ukuze nethenjwe abanye nokuphatha abayiziphukuphuku ezingenakuhlakanipha nabangacabangisisi kahle, ukuze bakholelwe "emfundisweni ephusile" enkulu nedumile. Yiqiniso leli? Ingabe iyona ndlela le umuntu okumele ayamukele? Udoti wonke lo! Alikho nelilodwa igama elifanelekile! Kuyo yonke le minyaka, benilokhu nihlukanisa uNkulunkulu ngale ndlela, isizukulwane nesizukulwane besilokhu simhlukanisa kancane kancane, kangangokuba uNkulunkulu oyedwa usehlukaniswe waba oNkulunkulu abathathu, manje sekunzima kubantu ukumbuyisela abe uNkulunkulu oyedwa, ngoba niye namhlukanisa kakhulu! Ukube angifikanga ngesikhathi, angazi ukuthi beniyonhlanhlatha nize nifike kuphi! Ukuqhubeka nokwahlukanisa uNkulunkulu ngale ndlela, angaqhubeka kanjani abe nguNkulunkulu wenu? Nisengakwazi kodwa ukumbona uNkulunkulu? Nisengakwazi kodwa ukubuyela Kuye? Ukube ngifike sekwedlule isikhathi, cishe beniyoze nithumele emuva "uYise neNdodana" uJehova noJesu, kwa-Israyeli bese nani ngokwenu nithi niyingxenye kaNkulunkulu. Sesibonga khona ukuthi manje yizinsuku zokugcina. Ekugcineni! luze lwafika usuku ekade ngalulinda, futhi ukwehlukanisa kwenu uNkulunkulu kuzophela manje, ngemva kokuba sengiqede ukwenza lo msebenzi ngezandla Zami. Ngaphandle kwalokho, beniyoze nidlulele, nize ngisho nibeke bonke oSathane ezindaweni zenu zokuthandaza. Leli icebo lenu! Inhloso yenu yokwehlukanisa uNkulunkulu! Nisazoqhubeka nenza kanjalo? Ake nginibuze: Bangaki oNkulunkulu abakhona? Yimuphi uNkulunkulu ozonisindisa? UNkulunkulu wokuqala, owesibili noma yilona wesithathu obulokhu uthandaza kuye? Yimuphi kubo obulokhu ukholelwa kuye? UBaba? Noma iNdodana? Noma uMoya oNgcwele? Awusho yimuphi okholelwa kuye. Nakuba uthi uyakholelwa kuNkulunkulu kodwa eqinisweni okukholelwayo ngempela yingqondo yakho! UNkulunkulu akekho enhliziyweni yakho! Kodwa, engqondweni yakho kugcwele inqwaba "yoZiqu Zintathu"! Awuvumi?
kwesithi “Ingabe UZiqu Zintathu Into Ekhona?” encwadini ethi Izwi Livela Lisenyameni
Abantu bakholelwa ukuthi uJehova unguYise kaJesu, kodwa uJesu wakwenqaba lokhu, wathi: "Asizange sihlukaniswe ngokuthi Baba neNdodana; Mina noBaba osezulwini simunye. UBaba ukimi nami ngikuBaba; lapho abantu bebona iNdodana, babona uBaba osemazulwini." Siphetha ngokuthi, kungakhathaliseki ukuthi uBaba noma yiNdodana, banguMoya owodwa, ababona abantu abahlukene. Uma umuntu ezama ukuchaza, izinto zibanzima kakhulu ukucacisa indaba yabantu abathathu abahlukene, kanye nobuhlobo obuphakathi kukaYise, iNdodana noMoya oNgcwele. Lapho abantu bekhuluma ngoNkulunkulu ohlukene akumenzi yini angabi ngokoqobo? Umuntu uze amehlukanise ngezigaba, umuntu wokuqala, owesibili nowesithathu; lena kumane nje kuyimibono yabantu, yimibono engenabo ubufakazi obuphathekayo, futhi engekho nhlobo!
kwesithi “Ingabe UZiqu Zintathu Into Ekhona?” encwadini ethi Izwi Livela Lisenyameni
Ukwazi uNkulunkulu yiphuzu abantu abangebahle neze neze kulo. Bavame ukunika uNkulunkulu izisho, izinkulumo, amazwi angahambisani Naye, bekholwa ngukuthi lawo mazwi yiwo achaza ngokunembayo ulwazi lwabo ngoNkulunkulu. Ulwazi lwabo ngalezi zisho luncane kakhulu, izisho ezivela kubantu nemicabango yabo, nemifanekiso yemiqondo yabo, kanye nokuhlakanipha kwabo, azihlobani nhlobo notho uNkulunkulu ayilo. Ngakho, engifuna ukunitshela khona ukuthi, olwazini kubantu abafiswa wuNkulunkulu, uNkulunkulu akaceli ukuthi uvele umazi nje uNkulunkulu namazwi Akhe, kodwa kumele ulwazi lwakho lukaNkulunkulu lushaye emhlolweni. Noma ungakhuluma umusho owodwa, noma ube ngowazi okuncane ngoNkulunkulu, lokho okuncane makube ngokuyikho okuliqiniso futhi, kuhambisane notho uNkunkulu Uqobo Lwakhe ayilo. UNkulunkulu uyabazonda abantu abamncoma bamphakamise ngokungekhona nokungahloliwe. Ngaphezu kwalokho, uzonda ukubona abantu bemthatha njengomoya ovunguzayo. Uyakuzonda lokho, ukuthi uma kuxoxwa ngezihloko ezithinta uNkulunkulu, abantu bakhulume budlabha, bekhuluma ngokuzethemba nokungangabazi, besho ababona kufanele bakusho; phezu kwalokho, uzonda labo abakholwa ukuthi bayamazi uNkulunkulu, bebe beziqhenya ngokwazi kwabo uNkulunkulu, bexoxa ngezihloko ezithinta uNkulunkulu ngaphandle kokuvimbeleka noma ngokuhleleka.
kwesithi “UNkulunkulu Uqobo Lwakhe, Oyingqayizivele X” kwethi Izwi Livela Lisenyameni
Izigaba ezintathu zomsebenzi ziwumsebenzi kaNkulunkulu wokusindisa isintu sewuwonke. Umuntu kufanele awazi umsebenzi kaNkulunkulu kanye nesimo sikaNkulunkulu emsebenzini wensindiso, futhi ngaphandle kwaleli qiniso, ulwazi lwakho ngoNkulunkulu lungamazwi ayize, aluyilutho ngaphandle kokubeka imibono engasho lutho. Ulwazi olunjalo alukwazi ukugqugquzela noma ukunqoba umuntu, ulwazi olunjalo luphambene nokuyikhona, futhi akusilona iqiniso. Lungaba luningi kakhulu, luphinde lube mnandi uma uluzwa kodwa uma lumelene nesimo sikaNkulunkulu semvelo, ngakho uNkulunkulu ngeke akuhawukele. Ngeke kuphela angaluncomi ulwazi lwakho, kodwa futhi uyoziphindiselela kuwe ngokuba isoni esimhlambalazayo. Amazwi okwazi uNkulunkulu awakhulunywa kalula. Noma ungaba nolimi olulula futhi uyigagu, futhi amazwi akho engavusa abafileyo, futhi enze abaphilayo bafe, kodwa awunakho okudingekayo uma sekuza ekutheni ukhulume ngolwazi lukaNkulunkulu. UNkulunkulu akayena lowo ongamehlulela ngamawala, noma umncome ngokunganaki, noma umlulaze ngokunganaki. Uncoma noma ubani nowonke wonke, kepha uyazabalaza ukufika emazwini afanelekile ukuchaza ubukhulu bobuhle nomusa kaNkulunkulu—yilokhu okufundwa izo zonke izehluleki.
kwesithi “Ukwazi Izigaba Ezintathu Zomsebenzi KaNkulunkulu Kuyindlela Yokwazi UNkulunkulu” encwadini ethi Izwi Livela Lisenyameni
Ungase Uthande Nalezi: Kungani iNkosi UJesu eqalekisa AbaFarisi
0 notes
Video
youtube
South African Gospel Music "Incazelo Yangempela Yokukholwa KuNkulunkulu" (Zulu Subtitles)
I Abantu abaningi kakhulu bayakholwa, kodwa bambalwa kakhulu abaqondayo ukuthi ukholo kuNkulunkulu lusho ukuthini ngempela, yini okufanele bayenze ukuze benze ngokuvumelana nenhliziyo kaNkulunkulu. Abaningi bayalazi igama elithi “Nkulunkulu,” bayayazi imishwana enjengethi “umsebenzi kaNkulunkulu,” kodwa abamazi Yena, nalokho akwenzayo ngempela. Akumangalisi ukuthi ukholo lwabo lungubumpumputhe. Abazimisele ngalokhu ngoba akuvamile futhi kuyamangaza. Ngakho basilele kakhulu ezimfunweni zikaNkulunkulu. O … Uma ungamazi uNkulunkulu nomsebenzi Wakhe, ingabe ungafaneleka ukusetshenziswa Nguye? Ungasenelisa yini isifiso sikaNkulunkulu? Ukukholwa ukuthi uNkulunkulu ukhona akwenele. Kulula kakhulu lokho, kungokwenkolo kakhulu. Akufani nokukholwa kwangempela Kuye. Ukukholwa kwangempela kuNkulunkulu kusho ukuthi uzwa umsebenzi Wakhe namazwi Akhe okholweni lokuthi uyinkosi phezu kwakho konke. Khona-ke ungakwazi ukuzikhulula esimweni esonakele bese ugcwalisa izifiso zikaNkulunkulu ekuphileni kwakho futhi umazi. Iyona ndlela eya ekukholweni kwangempela kuNkulunkulu. Iyona ndlela eya ekukholweni kwangempela Kuye.
II Abaningi bacabanga ukuthi ukukholwa kuyinto elula futhi engajulile. Ukukholwa okunjalo akunamqondo. Angakwamukela kanjani uNkulunkulu? Basendleleni engeyona. Labo abakholelwa ezincwadini, ezimfundisweni ezingenalutho selokhu abazi ukuthi ukukholwa kwabo akukhona okoqobo futhi ngeke kwamukelwe nguNkulunkulu. Basaqhubeka nokuthandazela ukuthula nomusa. Yima futhi ucabange ukuthi ngabe ukholo lulula kanjalo. Ngabe kungukucela ukuthula nomusa kuphela? O … Ingabe ungasigcwalisa isifiso Sakhe, uma usamphika, ungamazi? Ukukholwa ukutheni uNkulunkulu ukhona akwenele. Kulula kakhulu lokho, kungokwenkolo kakhulu. Akufani nokukholwa kwangempela Kuye. Ukukholwa kwangempela kuNkulunkulu kusho ukuthi uzwa umsebenzi Wakhe namazwi Akhe okholweni lokuthi uyinkosi phezu kwakho konke. Khona-ke ungakwazi ukuzikhulula esimweni esonakele bese ugcwalisa izifiso zikaNkulunkulu ekuphileni kwakho futhi umazi. Iyona ndlela eya ekukholweni kwangempela kuNkulunkulu. Iyona ndlela eya ekukholweni kwangempela kuNkulunkulu. Iyona ndlela eya ekukholweni kwangempela Kuye.
kwethi Izwi Livela Lisenyameni
0 notes
Text
Music: Ebube - For Ur Sake
Music: Ebube – For Ur Sake
Ebube For Ur Sake
Ebube is an Enugu base artiste goes by his real name Ebube Umazi.
Ebube is a southern Afro Pop Artiste and He start the new year with an amazing song title “For Ur Sake”
The Enugu super upbringing artiste keep Entertaining us with good songs..
Download, listed and Enjoy!!!
https://www.honeyloaded.com/wp-content/uploads/2019/01/Ebube_-_For_ur_sake_Honeyloaded.com.mp3
DOWNL…
View On WordPress
0 notes
Photo
Musa ukuhamba ngenganawa yomnye umntu, umazi wendlela ngumhambi wayo. - Don’t set sail on someone else's star.
Georgie Wood Cinemagraph Second Year
0 notes
Text
LC- uZoleka
P1... UZoleka intombi yakwakhumalo uyintombazane enhle umekahle unefiga unezinqa namahips nezitho ezimagwegwe unomzimba ofresh namehlo amakhu USABA ngisho ukumthinta ngoba usuke ubona ukuthi uzothi yamthi uvele uthi patsha la uzobe umbambe khona ngendlela ayiyo ZONKE INSIZWA zazizfela ngoZoleka KWATHI NGENYE imini KWAFIKA umngani WAKHE uPink wathi abayobukela igona kwesinye isgodi kuzomele bavunule WAVUMA ke uZoleka ngalungasa BAHAMBA izinsizwa zazijika NABO ngoba noPink ukhona IMPELA ezinsukwini uZoleka wasongelwa omunye UBHUTI owayesekhathele kumshela wathi LA eyohlangana naye khona uyomdlwengula azitshele kuthi uyadlala LOBHUTI uZoleka Ambone LA egomeni LOBHUTI igama uNathi esedinwe kuthi akaqhume uNathi EBONA uZoleka emi nensizwa yakuleso sgodi kangangoba Waze WAYA kubona wafike waphoxa uZoleka wanyanya uZoleka isenzo sikaNathi embukanisa nabantu WATSHELA uPink ukuthi abahambe wamncenga uPink ngoba kwakusemnandi nensizwa le yamncenga WAGCINA esehlise umoya uZoleka kwaze kwashaya u7 ebsuku belapho kusebusika baze BABONE kuthi sekulate kumele bagoduke NEBALA BACELE izesheli zabo abazithole klendawo zibakhaphe NEBALA zabakhapha zaze zayobabeka esgodin sangakubo babonge baziqhubekele bodwa BAHAMBA bayaxoxa bayahleka kumnandi BAXOXA nangezusheli zabo ezibachazile kuthi mase sebezofika ngasemakhaya vumbu UMUNTU eskhotheni abahumbe babaleke baze badukelane kanti lomuntu unoZoleka shaqa aze amfice ENDAWENI eyisihosha AMBAMBE AMLALISE phansi umkhombe ngesbhamu athi akathule NEBALA ATHULE uZoleka inhliziyo SEKUTHI ayiphume NGOMLOMO uvulo ubona umbombowesbhamu ubheke KUYE ATHI akakhumule iphenty alikhumule amvule imlinze LOBHUTI AMNGENE NGOLIMI enkomeni apaquze uZoleka imkhothe INDODA aze athambe ilokhu isphethe ngesandl usbhamu bese ubona kuthi sevumela umthetho kanti uZoleka usephuthaze eskhotheni WATHOLA itshe walibamba waliqinisa wathula yenyuka INDODA ndini yamkhotha intamo wazikhalisa uZoleka wenza sengathi useyaythakasela lento ABAYENZAYO yabeka phansi isbhamu
P2... Wathula nje uZoleka wabona ukuthi isijahe Kulifaka n nesbhamu isisbeke phansi BT akayboni ebsweni izifihlile ITHE isazama kulifaka ihefuzela wayiphuhluza ngetshe EKHANDA wayeyishayile IMPELA ngoba yaquleka wayichilizela laphay yopha WAVUMA wacosha iphenty LAKHE wakhahlela isbhamu sayolahleka le kude wabaleka KUTHE esengaphesheya komfula EKHALA ecela usizo WEZWA ngomuntu emshaya ngeslayth WAYE wayoshayeka ngobuso phansi wathi uzama ukuvuka yabe isila INDODA yamcindezela phansi yambeka umbese emqaleni yamdunusisa yawujikijela ngesikhulu isihluku LESI umthondokazi wayengasesilo I virgin vele BT wayesekade WAGCINA WAGCINA ekhamsile yawubusheka INDODA yamfenda isheshisa WEZWA kumnandi NGENYE indlela wathula walalela ubumnandi yamfenda naye WAGCINA esefenda yawukhipha yamngena NGOLIMI khona edunusile yammunca Waze wachama yaphinda yawufaka umthondo kazi yamfenda kamnandi Waze wachama ngebhadi BACHAMA KANYEKANYE yalala phezu KWAKHE ITHE isuka yavuka yamshiya kanjalo yamshiya edidekile kuthi ivuke nini ngoba ibiqulekile kanti akusiyo ilobhuti owayemshela Waze wamsongela lo ogcine embhebhe kamnandi lo wokqala wayesalele lapho wavuka uZoleka wasula ngrphenty WAYA kubo wafike wageza wayolala AKAZE WATSHELA muntu ngisho umngani WAKHE WAMTSHELA ukuthi uvele wacasha eskhotheni ngoba nomngani WAKHE WALALA eskhotheni WAFIKA ekseni kubo nakubo kaZoleka abambonanga EFIKA bambona ekseni wabatshela kuthi bahunjwe UMUNTU bacasha eskhotheni basaba ukuphuma BALALA khona KUTHE EQEDA kubachazela WEZWA kuthi akaphalaze wasukuma wayetoilet wafike wagonyuluka nje kungaphumi lutho kwaze KWAPHELA ISONTO imenza lento efihla WAYA ECLINIC eyoshekha WATHOLA kuthi unesonto ekhulelwe WATHUKA woma ENGAZI kuthi kubo uzothi umithiswe ubani WACELA ukuskhipha wazama wahleleka SAZE sabonakala bambuza kubo wavele wakhala WAKHULUMA iqiniso lonke WASHO NOKUTHI usehlulekile ethi uzama ukuskhipha bamncenga abazali kuthi angaskhiphi
P3... uNathi wabona uZoleka kuthi elelwe wadliwa UNEMBEZA kodwa esaba kumbuza ukuthi ngabe ubani ubaba wengane Waze WAGCINA esemubuzile wakhala uZoleka emtshela ngento eyamehlela ingane yakhe ngeke umazi UYISE waphatheka kabi uNathi ngoba wayemthanda uZoleka kodwa ENGAZI ztshela kanjani ngoba uZoleka wayemsola vele uNathi ngoba wamsongela kodw abuye ATHI ngeke UKWENZE loko uNathi ungumfundisi enamdleni LA akhonza khona futhi uyi lawyer Waze wateta uZoleka isigede sensizwa imhlophe qhwa namehlo amakhulu KUTHE isina 5 mnth yaba uNathy nje ngqo imhlophe njengaye namehlo amakhulu KUTHE isinonyaka wawungathi iyabukisa bonke abantu bebabaza kuthi uNathi nje kanti ukhuleliswe uNathi avume uZoleka kwabambuzayo YAZE yafika kuNathy LENDABA wasaba kuyoybona abazali bakaZoleka bacela uNathi ayo kwenza I DNA WAQALA wanqaba baze bamkhomba yabuya IMIPHUMELA yathi eyakhe wakhala Waze WABA zichitshana uZoleka bevutha abazali bakhe befuna kumbopha wancenga ethembisa kuthi uzomshada abasho izinkomo abazifunayo bathi bafuna uR300000 wathi uzowukhipha base bebuza uZoleka WAVUMA kuthi uzoshada naye NEBALA wawukhipha cash uNathi wamshanda bathanda strong noZoleka WAXOLISA kumkakhe wamchazela kuthi wayenziwa uthando kodwa uZoleka enqaba kodwa uyaxolisa ngokumdlwengula kodwa kwagcina sekuyihlaya kubo bobabili loko okwenzeka ngeskhathi beganga uZoleka ESHO ukuthi ngathi wayishukhwe ugesi akabazi lobuya bumnandi BAHLALA kamnandi uZoleka noNathi emzini wabo
The end
0 notes
Photo
Love these little twits. They cause so much trouble but they're the size of ponies at their largest.
5 notes
·
View notes
Text
OH Story seqola lendoda
Lh ngicela ukunixwayisa kunobhuti ozibiza ngo syabonga mzamo khumalo ula kufacebook amagals amaningi kakhulu unabo kufacebook wakhe shuthi lobhuti washela ingane yakithi december bathandana baze babonana kulenyanga kodwa lobhuti ubefisa ukuza kwingane yakithi ngilokhu nginqaba ngithi mina akangezi lomuntu la ayi bagcine bavumelane afike bhuti akaphethe ngisho ithawula lokugeza uphethe ifoni evalwe network bese kuba enye nje eyubhopopo afoneleka kuyo angithi umama uhamba iswaziland kakhul kuyenzeka kuphela inyanga engekho sisala sodwa layikhaya kunemqasho khona engenamuntu bethi mabehlangabezen bafakane emqashwen ngikhona njalo mina no cc omdala ukhona afike lobhuti ahlale ufika nje ulwesbili ayi ubhuti lona uzenza muntu onemali kubo barich kodwa manje uyabonakala ukuthi amehlo kabhuti ayagijima uqalaza yongindawo abuze lengane yakithi ukuthi u cc wakho uyisangoma yini ivume lengane athule bese eyibuza kuthi isebenzisa nhloboni yekhadi lasebank imtshel ingane ahlale bhuti kuse ngakusas ngizitshel ukuthi uyahamba lutho munt ulele kushaye 10 ngibuze owakithi kuthi uhamba nini lowa athi uthe ngo 2 ngithule ashaye 2 siqhubeke skhathi and lowakithi ulokhu enza kudla ekhishini ahambise aybo kubemnyama ngimbuze owakithi ukuthi ubhuti uzofika ngaskhathisini ophongolo kant athi naye seqala ukuxaxeka manje lomuntu akayikhulumi eyokuhamba kulalwe kuse ulwesine abuze cc omdala zikhiphani ngalowamuntu ngithi angazi bese ngithi kulengane yakithi ayingamniki kudla aybo iyeke bese ngimbuza mina bhuti uhamba nini athi uzohamba emini ngithi ok ngiyehambe ngiyejozini drobheni ngibuye muntu ulele flat abo 2 ntambam aybo ngiqale manje ngithuke kodwa igazilami liyangishiya mangimbuka ngivele ngigcwale hlamvana emzimbeni bese ngiyakuye ngithi bhuti kunabantu okumele bangene layindlini manje so ngidinga ukuclina athi ok acel amanzi okugeza imnike ingane yakithi ageze agqoke athi ayimphelezele bahambe kuthi mabesesteshini athi ubhuti ucela imbokeke 100 manje ulahle ikhadi ezangapha spac guyz
Shuthi acele 100enganeni ithi ayinawo athi ayoyicela kimi ngithi anginayo ibuyele iyomtshel ingane inyamalale iskhathi ngithi mina kanti uzamile wahamba du ngehle ngiyestobhini mangifika bahlezi phansi kwesihlahla ngibize ingane ngithi ayivalelise kumele iyopheka yenzenjalo ingane sgoduke sihlale kuthi ngo late kuphela uzalo ngiphuma ngiyovala endumbeni nangumuntu ome ngasewindini ngivele ngime ngithi ungubani wena athi yimina sbari sengivele ngaphelelwa yi battry angisakhoni ukuxhumana nomuntu okumele angifakele imali hhhaw acele ngimbhazise ayi abhaze intombazane igama layo ununu wakwanongoma ukhona la njengoba ngikhuluma uyayibona lento ngoba uyalwazi loludaba afone nunu avele aqhele duze kwam ayokhulumela eceleni imbuze ntombazane ifoni ivalelweni athi iphelelwe yi battry ithi Lena ekaban athi bhuti eka antiwayo baqede avale ifoni anginike bese ngithi mina akulula ukuthi ngikhiphe lengane layindlini izekuwe ngoba angikwaz uhloseni athi kuncono angene ahlale NATH usho endlini enkulu nginqabe mina ngithi akaye emnyango emqashweni ahambe ngivale endumbeni ngifonele lenumber beyifonela bese ngicela u cc ukuthi asingathukani kodwa kunento engifisa ukuyazi ithi yeb besengithi lobhuti bukhuluma naye umazi kanjani ithi we jesu lowomuntu isigebengu ungigilile kuyimanje ngikhokha izikweletu kwa jet nase ukermans wavula ngezinto zakhe wathatha izimpahla weba nemali kamawakhe namateki kwafoni enkulu emnyama kant u cc usho lefoni evalwe network
Ngiqale ngithuke mina manje athi lowobhuti kuhamba yena phambili ayobuka ekhakubo kantombazana kuthi bame kanjani bese ebuya nabantu ebsuku bazolanda lezozinto bayozidayisa kant wathi enganeni sinamafrige angaki yathi ingane 2 athi ngifuna ukunidayisela ninamalini ithi ingane ayazi isazokhuluma nami ngathula mina ngathi umnikazi womuzi umama so shuthi ngifonele abafana basekhaya elikhulu ngithi nakhu sizofa beze abafana bathathu sihlale phandle ngibalandise indaba bathi muphi ngithi usemqashweni bese beyakuye bengena emnyango athuke mfana bembuze ukuthi ungowaphi asho ubekwayini la achaze pho awusahambi ngani athi ulinde bamfakel imali athi umfana kuncono uyolinda imali ejozini ayila avume umfana aphume ahambe kant akahambi kwafoniyakhe ayiphelelwanga yi battry sefake le simcard enza ngayo ubugebengu siyohlala endlini thini sithi singalindele luthu kungena moto u 11abafana abahambanga bakhona ngizitshel kuthi umama ngoba ubuya ebsuku mayeseswazini kant umfana nabafana bawu four bazogina izinkomo siyibuke ngewinindi mangithi abafana bodwa laba ngiqoqele izingane ekameni likama ngikhiye ngithi nomangabe kwenzakalani zingalokothi zikhale noma zimemeze kant ingane ka cc izophuma ngewindi ngemuva ibalek iyolanda babomncane ngoba mizi iseduze kakhulu ubabomncane afonele labamadoda eskebhe and bavele bagcwale moto bese beqhamuka ngezinyawo basifica sibagibelisa izinkomo emotweni ngoba babezodubula indodana kabhuti omdala ngenhlanhla babanjwa bengakahambi kodwa badubula oyedwa weskebhe washona wabaleka Lo mnini wendaba namanje abaphoyisa ayamfuna nibheke bafethu ngoba usyabonga akahambi yedwa uhamba nabantu bakhe done
0 notes