#ukuthula
Explore tagged Tumblr posts
Text
Peace in our Time
Peace In Our Time
Мир
שלום
سلام
शांति
和平
Paix
Pax
Paz
平和
Frieden
All we need to believe in for peace in our time
…is love
Aman
평화
Ukuthula
Ειρήνη
Síocháin
Rauha
Alafia
Hoà bình
All we need to believe in for peace in our time
…is Love
4 notes
·
View notes
Text
03月30日投稿 ■世界各国の平和の祈り
03月30日投稿 ■世界各国の平和の祈り https://byakko.or.jp/method/each_country/
ジンバブエが平和でありますように May peace be in Zimbabwe Runyararo ngaruveko muZimbabwe(ショナ語) ルンヤラロ ンガルヴェコ ジンバブウェー Ukuthula kube seZimbabwe(ンデベレ語) ウグトゥーラ クベ セ・ジンバーブウェー
朝鮮民主主義人民共和国が平和でありますように May peace be in Democratic People's Republic of Korea 조선민주주의인민공화국의 평화가 이룩되도록(朝鮮語)
その他のすべての地域が平和でありますように May peace be in All the Other Regions
■ウクライナ・ロシア・イスラエル・パレスチナ・等々 の平和の祈り
◎世界平和の祈り(日本語・英語:English・各国語)
世界人類が平和でありますように (日本語)
May peace prevail on earth (英語:English)
Хай буде світ людству в усьому світі (ウクライナ語)
Дa бyдeт мир человечеству во всем мире (ロシア語) (2/1)
ကမ္ဘာကြီး ငြိမ်းချမ်းပါစေ။ (ミャンマー語)
我们祝愿世界人类的和平 (中国語)
세계인류의 평화가 이룩되도록 (朝鮮語)
السلام للعالم أجمع (アラビア語) (2/2)
◎ウクライナの平和の祈り(日本語・英語・ウクライナ語・ロシア語)
ウクライナが平和でありますように (日本語)
May peace be in Ukraine (英語:English)
Хай буде мир в Україні (ウクライナ語)
Да будет мир в Украине (ロシア語)
◎ロシアの平和の祈り(日本語・英語・ウクライナ語・ロシア語)
ロシアが平和でありますように (日本語)
May peace be in Russia (英語:English)
Да будет мир в России (ロシア語)
Хай буде мир в Росії (ウクライナ語)
◎イスラエルの平和の祈り(日本語・英語)
イスラエルが平和でありますように (日本語)
May Peace be in Israel (英語:English)
イヒ・シャローム・エル・メディナット・イスラエール (参考:ヘブライ語)
◎パレスチナの平和の祈り(日本語・英語)
パレスチナが平和でありますように (日本語)
May Peace be in Palestine (英語:English)
◎イランの平和の祈り(日本語・英語)
イランが平和でありますように
May Peace be in Iran
バルカラールバード ソルフ ダル イラーン (参考:ペルシャ語)
◎ミャンマーの平和の祈り(日本語・英語・ミャンマー語)
ミャンマーが平和でありますように (日本語)
May peace be in Myanmar (英語:English)
မြန်မာပြည်ကြီး ငြိမ်းချမ်းပါစေ။ (ミャンマー語)
◎中華人民共和国の平和の祈り(日本語・英語・中国語)
中華人民共和国が平和でありますように (日本語)
May peace be in China (英語:English)
我们祝愿中国永恒和平 (中国語)
◎朝鮮民主主義人民共和国(北朝鮮)の平和の祈り(日本語・英語・朝鮮語)
朝鮮民主主義人民共和国が平和でありますように (日本語)
May peace be in Democratic People's Republic of Korea (英語:English)
조선민주주의인민공화국의 평화가 이룩되도록 (朝鮮語)
◎アメリカ合衆国の平和の祈り(日本語・英語)
アメリカ合衆国が平和でありますように (日本語)
May Peace be in the United States of America (英語:English)
◎アフガニスタンの平和の祈り(日本語・英語)
アフガニスタンが平和でありますように (日本語)
May peace be in Afghanistan (英語:English) テル ディヴィ ソーラ パ アフガーニスターン クシェ(参考:パシュト語) バルカラールバード ソルフ ダル アフガーニスターン(参考:ダリー語)
0 notes
Text
Just checked my high schools choir Instagram for the first time in weeks and I MISSED WORLD PEACE DAY WTF
#my post#!!#saw a video of this years choir singing ukuthula#;( I miss it#I sang along w the video dhskhd
0 notes
Text
Isahluko 4

Sizohlala sibhekile futhi silindile, sithule emoyeni futhi sifuna ngenhliziyo ehlanzekile. Noma yini esehlelayo, akufanele sihlanganyele ngobumpumputhe. Sidinga kuphela ukuthula phambi kukaNkulunkulu futhi sibe nokuhlanganyela okungapheli Naye khona-ke izinhloso Zakhe ziyokwambulwa kithi. Umoya wethu kufanele uhlale ukulungele ukwahlukanisa futhi kufanele uzimisele futhi ungathambi. Kufanele sikhe emanzini aphilayo phambi kukaNkulunkulu, amanzi aqeda ukoma komoya wethu owomile. Kufanele silungele ngezikhathi zonke ukuzihlanza ekuzazini ukulunga kwethu, ukuzithwala kwethu, ukweneliseka kwethu ngathi, nokunganaki kwethu, ngakunye kwakho okuzalwa yisimo sethu sobusathane. Kufanele sivule izinhliziyo zethu ukuze samukele izwi likaNkulunkulu, kufanele sethembele emazwini Akhe ngenkathi siqhubeka nezimpilo zethu. Kufanele sizwe futhi siqiniseke ngezwi lakhe siphinde sithole ukuqonda izwi Lakhe, sivumele izwi Lakhe libe ukuphila kwethu. Yilolu ubizo lwethu! Sinqoba kuphela lapho siphila ngezwi likaNkulunkulu.
Manje imiqondo yethu iqotho ngokwedlulele, sikhuluma kalula futhi senze ngokugagamela futhi asikwazi ukulandela uMoya. Inamuhla ngeke libe njengesikhathi esedlule; umsebenzi woMoya oNgcwele uya phambili ngesivinini esikhulu. Kufanele silizwe ngokwemininingwane izwi likaNkulunkulu; wonke umqondo nomcabango, wonke umnyakazo nokuphendula kufanele sikwahlukanise ezinhliziyweni zethu. Akukho esikwenza phambi komuntu noma ngemuva kwakhe okungaphunyuka ekwahlulelweni phambi kwesihlalo sikaKristu. UMoya oNgcwele usiqondisa endaweni yokuhlangenwe nakho okujulile, futhi ngalokhu okuhlangenwe nakho sisondela ekuqinisekeni ngoSomandla.
UNkulunkulu wezulu nomhlaba uvule amehlo ethu omoya futhi izimfihlakalo zilokhu zembulwa kithi. Funa ngenhliziyo ehlanzekile! Zimisele ukukhokha inani, yana phambili ngayo yonke inhliziyo yakho, zimisele ukuzithiba, ungabe usaba nomhobholo, landela uMoya oNgcwele futhi uthokozele izwi likaNkulunkulu futhi umuntu omusha womhlaba wonke uyobonakala. Isiphetho sikaSathane siyophela phambi kwamehlo akho futhi intando kaNkulunkulu iyokwenzeka. Zonke izizwe zomhlaba ziyoba ngumbuso kaKristu futhi uKristu uyobusa njengeNkosi emhlabeni kuze kube phakade!
Umthombo: IBandla LikaNkulunkulu USomandla
#uNkulunkulu#insindiso#Iqiniso#Izwi likaNkulunkulu#UNkulunkulu USomandla#IBandla LikaNkulunkulu USomandla#ivangeli#Amazwi KaNkulunkulu USomandla
1 note
·
View note
Photo

LACEY CHABERT, JON COR AND BRITTANY BRISTOW STAR IN A STORY ABOUT ADVENTURE AND UNPREDICTABILITY OF LIFE AND LOVE IN ‘LOVE ON SAFARI,’ A NEW ORIGINAL MOVIE PREMIERING JULY 28 ON HALLMARK CHANNEL
Lacey Chabert (“Party of Five,” “Moonlight in Vermont”), Jon Cor (“Dark Matter”) and Brittany Bristow (“Love Blossoms”) star in “Love on Safari,” a new, original movie premiering Saturday, July 28, (9 p.m. ET/PT) on Hallmark Channel as part of the network’s annual “Summer Nights” programming event. Busy and reserved Chicago web designer Kira’s (Chabert) plan for a relaxing vacation in Scottsdale is derailed when she learns she has inherited Ukuthula, a beautiful animal reserve in South Africa and must travel there for the reading of the will. Upon her arrival, she meets the handsome park ranger Tom (Cor) who is the exact opposite of her accounting (and bland) steady boyfriend. Along with Tom and Ally (Bristow), the reserve’s other ranger, Kira explores Ukuthula along with its majestic animals: zebras, giraffes, hippos and elephants, and she unexpectedly begins to not only fall in love with Ukuthula, but with Tom as well. Kira is conflicted and faced with a difficult decision: either sell the reserve to a ruthless competitor, which would jeopardize Ukuthula’s future as well as the livelihood of its local villagers and the well-being of the animals, or leave the safety of her life in Chicago and risk everything for this new world. When Kira sees the villagers and children from the school her uncle built she realizes that sometimes she must get lost to learn the way, and in the end, it’s up to her to decide what ultimately makes her happy.
#love on safari#summer nights#poster reveal#press release#lacey chabert#hallmark channel#hallmark movies#news
5 notes
·
View notes
Photo

Awungivumele ngingakhulumi okungingi, kuphela nje ngithi UKUTHULA MAKUBENAWE, NGEGAMA LENKOSI UJESU KRESTU AMEN🙏🙌💖 (at Leslie, Mpumalanga, South Africa) https://www.instagram.com/p/CTpYfjtMkVW/?utm_medium=tumblr
0 notes
Text
Zodede classical chorale
This is a music chorale based in Kenya and which I am a member, performing a song known as ‘ukuthula’ enjoy
View On WordPress
0 notes
Text
UKUZIPHATHA
UJosé Araujo de Souza Ungangisoli ngamagama engingawasho.Cishe njalo ngisebenzisa ukuthula njengolimi,ngokuqiniseka ukuthi inkulumo ikhuluma ijule kunamazwi.Akukho kimi okunamathiselwe ezinsukwini ezikhethekile,ngoba labo abathinta futhi bafanelwe izinkumbulo,zigcinwa enhliziyweni futhi zingokoqobo, nsuku zonke.Nginamahloni, nginamahloni futhi ngiyikho konke abakufunayo.Ekujuleni kwenhliziyo,…
View On WordPress
0 notes
Video
vimeo
Hamilton Children’s Choir, “Ukuthula”
Audio and video production by Jamie Drake/Opus 32 Design
Ilumini Ensemble conducted by Zimfira Poloz
0 notes
Text
Sex talk within Parents and Kids......
Lets talk about sex baby lets talk about it and push it baby babe push…” Does anyone remember this song? l still remember it playing on radio and one time when my friend borrowed me her Push It Baby record by TLC . Ngangi busy bantu ngicula ngizekelisa lami engangibona kusenziwa ngabanye meanwhile my father who was a wonderful man, was standing by the door watching, well you can imagine the outcome hahahaha. With his eyes directly on me, he said in a calm voice “Kuphushwani ke lapha? Ngibuzela ukuthi lami ngithi uku-understander, l will love for you ukuthi ungichazele.
I tried to explain and justify myself but as you all know parents are much clever than we gave them credit for when we were young. That music too opened the floor for a discussion that contributed tremendously to who l am today. It led to the SEX talk with my father, as hard as it is to believe coming from a women, within my culture its considered taboo for fathers to talk about sex with their daughters. My sex talk with my dad was very worth it and I want to use this platform to pass on that wisdom to you guys.
Why is it so difficult for abazali to have a conversation labantwana babo about this topic. Kwenziwa ngamahloni, yikuhlonipha or is it just fear of the unknown? From an African perspective I know that our culture also plays a significant role in this taboo. Some parents have a belief that when one talks about SEX to their teenagers, then uyabe esemvulele umnyango wokuthi abengunondindwa. Thina sisakhula amankazana ayehanjiswa kubo babakazi or omam’oncane siye hlaliswa phansi siboniswe ngokukhula lendaba zocansi.
However, in this generation that tradition has died off meaning if parents are afraid to rise to the occasion and discuss about sex with their own children, who is doing that?
One of my reasons for writing about this topic is because most parents are not aware that nowadays sex education is done in schools, but it’s not done in depth. This means parents still need to tackle that topic themselves. When is the right time to talk about it as parents and being aware again that nothing is wrong having that conversation with your kids. As uncomfortable as it maybe, parents need to bear in mind that it is better for a child to hear that talk from his or her parents than to get a wrong information from a corrupt alternative source. It’s not only about sex but being an open-minded parent that your child can ask anything without fearing that you will over react and scold them.
I know our culture do hinder us from breaking certain social norms. These norms have been in our society far too long without really benefiting or helping educate our kids to make well informed decisions regarding all things related to sex. We all know that teen pregnancy is on the rise in our society only because we don’t want to adopt progressive methods that can help our kids to make better choices and prevent unwanted pregnancies and sexual transmitted diseases.
For every parent, the age for sex talk with their kids differs, some might want to talk when the child enters puberty, others may start earlier as long as you talk to your child before it’s too late. Bakhula ngokwehlukeneyo abantwana BUT both go through puberty stage where hormones kick in akukhethelekile ukuthi yintombazane or umfana uzwa abadala bethi yistage but how do you address istage which is the most important part of every growing child.
Ukuthula kuletha inyembezi later and asiyekeni lento yokuthi umntwana kumele abengumntwana forever until umzali esekubona yena ukuthi usekhulile. We tend to forget that imizwa lokunye akulindi umzali ukuthi ngesikhathi sakhe sokuthi usekhulile ungabi lenhloni ukuthi umntwana akubuze kanti njalo lawe mzali ungabi lenhloni ukuphendula. Abanye babuye bathi ukukhuluma lomntwana kuzoletha ukungahlonitshwa but let us be honest the moment you don’t have that open dialogue kulapho okuqala khona uhlupho. Having an open discussion lengane yakho kuphakamisa izinga lokuthembana njalo kusondeza umzali lengane eduze.
Uyakhuluma yini, about how wena loyise or lonina lahlangana njani kuphi and yini elibona kungani ngabe lalikwazi before ngabe alikwenzanga or ngabe lakwenza ngcono, those advantage and disadvantages of before or after.
Bangaki abazali namhlanje abathi they wish their parents could have spoken to them about sex and if they did ngabe impilo zabo zabangcono kakhulu and they would have made better choices within their lives. The pregnancy rate within our black society is appalling and way too higher than other races where parents tend to give their children sex education. Laba abamhlophe why is that?..... kubo kungani kunganeno bona kanti kuyini abakwenzayo ngcono ukuze lathi sikufunde.
Mostly is still the above communication within umzali lomntwana.
Bazali asithi ulomntwana oyintombazana usezongena kustage sokuphuhla, istage se-menstruation and those changes emzimbeni wakhe umntwana ufuna ukwazi ukuba leligazi livela ngaphi and wenzani lapho esekuleso stage, she needs to know what to use and how to use that particular thing othi ayisebenzise. Ayikho into ebuhlungu nje ngokuthi umzali wakho acabangele ukuba uzobuza kwabanye or acabangele ukuba uyakufundiswa esikolo and think is not necessary to give a child at least five minutes to discuss anything ngoba elamahloni or ecabangela.
Kulapho ke umntwana asuka ayendinga izaluleko lokuboniswa. Akukhethelekile ukuba ngubani okhuluma laye umama or ubaba, udadewabo kumbe ugogo, lakhona if she is lucky to have labo bantu emndenini. What about those who have no grown ups to talk too or those who have one parent nokunjalo bayakundinga ukuba labo baxhwayiswe ngakho. If you are a single parent kulapho omalume lezinye izinhlobo ezingena khona zikuncende kanti ke lamagroup enkozweni lawo ayasiza.
Kukhona abanye abathi mina ngabe umzali wami gave me a little bit of knowledge or shared his or her own mistakes ngabe lami angizange ngenza the same mistakes and l mean real detailed and informative sex talk not that African style talk that happens when umzali esuke wabona umtanakhe ekhoneni emi lomfana or intombazana ke lapho akusakhulunywa usethethiswa ngakho – I mean HELLO! Uyakhula umntwana vele besizofika isikhathi lapho azoma or azomiswa khona why not prepare her or him for that time.
Umfana kuya fika lapho okuthiwa ubhoboka ivoice and usevuka emanzi that also on its own is a shock emntwaneni uzondinga umuntu azokhuluma laye ngakho njalo. Kufike njalo istage sokuthi ufikelwa yimizwa again udinga ukwazi ukuba wenzani ngakho but unfortunately with our culture and norms uthola ukuthi no one will speak about it. We just pretend that akwenzakali but the truth be told kulapho esizwa kuthiwa umntwana ongumfana usuke wabamba umntwana wa-next door or kanye owangekhaya and also this happens a lot but again sikuthanyelela ngaphansi sithi it cannot happen and sibe labantwana bakhula being subjected to sexual abuse from their own family members that never gets addressed too but this a whole different topic for another day.
Here’s a break down of things to discuss and pay attention to during or after the sex talk:
1. Discuss about condoms and how they are used and why and again providing condoms to your teen children is not about promoting sex bantu but it is about prevention of sexual transmitted diseases and unwanted pregnancies
2. Taking your daughter to sex clinic so to be told about prevention is not about pregnant promotion but is about ukuqabela isisu esingekho planned. Kungangcono umtshele athi lalapho emitha kube yikuba umtshelile than to start talking about it after the demage have been done.
3. If your child is dating, they should introduce you to the person they are dating, this encourages both of them to be accountable and make better choices because they will honor your trust and not want to disappoint you. It may seem absurd but do you realise that not giving your children “permission” to date wont stop them from dating behind your back. I don’t know about you but I think it’s better for me to know who my child is dating and I can access that he or she is age appropriate or even someone I approve of.
4. Allow your child time to hang out with her friends and do innocent things like go to the mall and watch a movie with friends, have a sleep over at a trusted friend’s house, go out for ice cream. You just need to set a curfew of when they must be back. This is important because your child will feel that you trust them to make good choices in your absence.
Kids who are allowed leisure time will not be easily coerced to have sugar daddies because they will be already familiar with things sugar daddies use to coerce them into pedophilic sexual relationships
5. Share your own experiences, keep the floor open for discussions and future questions and most importantly set child set goals with your child. Ask them to envision what type of marriage they want in the future, what career and to think about the choices he/she personally will make for themself in order to accomplish that. That way children will feel that they are making choices for themselves in life and not you being a helicopter parent. This highly reduces rebellion.
In conclusion asifundeni bazali labazalisi to be open towards those issues we keep undressed towards our kids. l have learnt that nothing is new under the sun and all things that we go through in life it has already happened before and uyazi akuqali ngathi kanti njalo akuzi kucina njalo, is a circle of life.
2 notes
·
View notes
Text
Indlela… (3)

Empilweni Yami uqobo, Ngihlala Ngizimisele ngokunikela uqobo lwami kuNkulunkulu ngokuphelele, ngomzimba nangomqondo. Ngale ndlela, akukho okusoleka kunembeza Wami futhi Ngingakwazi ukuthola ukuthula okuncane. Umuntu ophokophele phambili empilweni kumele aqale anikele ngenhliziyo yakhe kuNkulunkulu ngokugcwele. Lokhu kuwumbandela omiswe ngaphambilini. Ngingathanda ukuthi abafowethu nodadewethu bakhuleke Nami kuNkulunkulu: "O Nkulunkulu! Sengathi uMoya Wakho osezulwini ungehlisela umusa phezu kwabantu emhlabeni ukuze inhliziyo Yami iphendukele Kuwe ngokugcwele, ukuze uMoya Wami unyakaziswe Nguwe, futhi Ngikwazi ukubona ubuhle Bakho enhliziyweni Yami, ukuze labo abasemhlabeni babusiseke ngokubonu ubuhle Bakho. Nkulunkulu! Sengathi uMoya Wakho ungaphinda unyakaze emimoyeni yethu ukuze uthando lwethu lube ngolwengunaphakade futhi lungashintshi nhlobo!" Okwenziwa uNkulunkulu kithi sonke ukuqala ahlole izinhliziyo zethu, futhi uma sidedela izinhliziyo zethu Kuye, yilapho-ke Eqala ukunyakaza emimoyeni yethu. Ubuhle, ukuphakama kanye nobukhulu bukaNkulunkulu bungabonakala ngomoya kuphela. Le indlela kaMoya Oyingcwele kubantu. Ingabe unalolu hlobo lwempilo? Uke wabhekana nempilo kaMoya Oyingcwele? Ingabe umoya wakho uke wanyakaziswa uNkulunkulu? Ingabe uke wawubona umsebenzi kaMoya Oyingcwele ebantwini? Ingabe uyinikele ngokugcwele inhliziyo yakho kuNkulunkulu? Uma unikela ngenhliziyo yakho ngokugcwele kuNkulunkulu, uyakwazi ukubhekana ngqo nempilo kaMoya Oyingcwele, futhi umsebenzi Wakhe ungakwazi ukuqhubeka nokudalulwa kuwe. Ngaleso sikhathi, ungaba umuntu osetshenziswa uMoya Oyingcwele. Ingabe uzimisele ngokuba yilolu hlobo lomuntu? Ngokukhumbula Kwami, ngenkathi nginyakaziwa uMoya Oyingcwele futhi Ngaqala ukunikela ngenhliziyo Yami kuNkulunkulu, Ngawa phambi Kwakhe Ngakhala: "O Nkulunkulu! Nguwe ovule amehlo Ami ukuze ngiqonde insindiso Yakho. Ngizimisele ngokunikela ngenhliziyo Yami Kuwe ngokugcwele, futhi engikucelayo Mina nje ukuthi intando Yakho yenziwe. Engikufisayo nje ukuthi inhliziyo Yami igunyazwe Nguwe ebukhoneni Bakho, nokwenza intando Yakho." Lowo mkhuleko Angisoze ngawukhohlwa; Ngangithinteke kakhulu, futhi ngakhihla isililo phambi kukaNkulunkulu. Lowo kwaba umkhuleko wami wokuqala owaphumelela ebukhoneni bukaNkulunkulu owasindisa, futhi kwaba yilokho okwalangazelelwa Yimi kuqala. Ngangivame ukunyakaziswa uMoya Oyingcwele emuva kwalokho. Ingabe uke wabhekana nesimo esinje? Umoya Oyingcwele usebenze kanjani kuwe? Ngicabanga ukuthi bonke abantu abafuna ukuthanda uNkulunkulu bayabhekana nezimo ezinje, ngamazinga amakhulu kakhulu noma amancane, kodwa abantu bayakhohlwa yizo. Uma umuntu othile ethi akakabhekani nalesi simo, lokho kuwubufakazi bokuthi abakasindiswa futhi basangaphansi kombuso kaSathane. Umsebenzi kaMoya Oyingcwele uqhubeka phakathi kwabo bonke abantu abasendleleni kaMoya Oyingcwele, futhi kuphinde kube yindlela yomuntu okholelwa nofuna uNkulunkulu. Isigaba sokuqala somsebenzi kaMoya Oyingcwele awenza kubantu yilowo wokuhambisa imimoya. Emuva kwalokho, bazoqala ukuthanda uNkulunkulu futhi balandele ukuphila; bonke labo abakule ndlela baphakathi komzila kaMoya Oyingcwele. Akusikho lokhu kuphela okuyimininingwane enhlobonhlobo yemisebenzi kaNkulunkulu ezweni laseChina, kodwa ngokomhlaba obanzi uwonke. Lokhu ukwenza kuso sonke isintu. Uma umuntu engakaze anyakaziswe nakanye, lokhu kuveza ukuthi bangaphandle komzila wensindiso. Ngikhuluma kuNkulunkulu Ngingaphezi enhliziyweni Yami ukuthi Anyakazise bonke abantu, ukuthi wonke umuntu ongaphansi kwelanga anganyakaziswa Nguye futhi ahambe kule ndlela. Mhlawumbe lokhu kuyisicelwana esingelutho engisicela kuNkulunkulu, kodwa Ngikholwa ukuthi Uzokwenza lokhu. Ngethemba ukuthi bonke abafowethu nodadewethu bazokukhulekela lokhu, ukuthi intando kaNkulunkulu ingenziwa, nokuthi umsebenzi Wakhe ungase uphele ngokushesha ukuze uMoya Wakhe osezulwini ukwazi ukuphumula. Lokhu kuyithemba Lami elincane.
Ngikholwa ukuthi njengoba uNkulunkulu ekwazi ukuqhuba umsebenzi Wakhe edolobheni lamadimoni, nakanjani Angakwazi ukuqhuba umsebenzi Wakhe emadolobheni angebaleke agcwele amadimoni emhlabeni jikelele. Labo phakathi kwethu benkathi yokugcina impela bazolibona usuku lwenkazimulo kaNkulunkulu. Lokhu kubizwa ngokuthi "ukulandela kuze kube sekupheleni kuzokuholela ensindisweni." Akekho ongathatha indawo kaNkulunkulu kulesi sigaba somsebenzi Wakhe—uNkulunkulu Uqobo kuphela ongakwenza. Lokhu kudalwa ukuthi kwedlulele; kuyisigaba somsebenzi wokunqoba, futhi abantu ngeke bakwazi ukunqoba abanye abantu. Amazwi omlomo kaNkulunkulu kuphela kanye nezinto azenza Yena ngqo ezinganqoba isintu. Emhlabeni uwonke, uNkulunkulu usebenzisa izwe likadrako omkhulu obomvu njengenkundla yokuzwa amanzi ngobhokwe. Emuva kalokhu, Uzoqala lo msebenzi kuyo yonke enye indawo. Lokho kuchaza ukuthi uNkulunkulu Uzokwenza umsebenzi omkhulu kakhulu emhlabeni uwonke, futhi bonke abantu basemhlabeni uwonke bazokwamukeliswa umsebenzi kaNkulunkulu wokunqoba. Abantu bayo yonke inkolo kanye nalo lonke ihlelo kumele bamukele lesi sigaba somsebenzi. Le indlela okumele ilandelwe—akekho umuntu ongayibalekela. Ingabe uzimisele ngokwamukela lokhu uNkulunkulu akuthembe ngakho? Ngihlala ngibona ukuthi ukwamukela into othenjwe ngayo uMoya Oyingcwele kuyinto emangalisayo. Indlela engibona ngayo, lokhu kungukwethenjwa okukhulukazi uNkulunkulu akubeka izandleni zesintu. Ngethemba ukuthi Ngizoba nabafowethu nodadewethu abasebenza kanzima ngokuhambisana Nami futhi bamukele lokhu kuNkulunkulu, ukuze uNkulunkulu akwazi ukudunyiswa emhlabeni uwonke, futhi izimpilo zethu ngeke zibe yize leze. Kumele senzele uNkulunkulu okuthile, noma kumele senze isifungo. Uma umuntu ekholelwa kuNkulunkulu kodwa engenakho akulandelelayo, impilo yakhe iba yize, futhi uma sekufika isikhathi sokuthi afe, ukwazi ukubheka isibhakabhaka esiluhlaza kanye nomhlaba ogcwele izintuli kuphela. Ingabe lokho yimpilo ebalulekile? Uma ungakwazi ukufeza izidingo zikaNkulunkulu ngenkathi usaphila, ngeke kube yinto enhle leyo? Kungani uhlala ufuna inkinga, nokubukelwa phansi? Ngaleyo ndlela ingabe ikhona into oyithola kuNkulunkulu? Futhi ingabe ikhona into etholwa uNkulunkulu kuwe? Esethembisweni engisenze noNkulunkulu, ngivele ngimunike inhliziyo Yami futhi angimukhohlisi ngamazwi Ami. Ngeke ngize ngiyenze into enjalo—engizimisele ngakho ukududuza uNkulunkulu,engimuthanda ngenhliziyo Yami, kuphela, ukuze uMoya Wakhe osezulwini ukwazi ukududuzeka. Inhliziyo kungenzeka ibaluleke kodwa uthando lubaluleke kakhulu. Ngizimisele ngokunikela ngothando olubalulekile olusenhliziyweni Yami kuNkulunkulu ukuze lokho okuthokozelwa Nguye kube yinto enhle kakhulu enginayo, ukuze Agcwaliswe ngothando engimunika lona. Ingabe uzimisele ngokunikela ngothando lwakho lonke kuNkulunkulu ukuze aluthokozele? Ingabe uzimisele ngokwenza lokhu kube umgomo wakho wokuphila? Engikubonayo ngokwalokho engibhekane nakho ukuthi uma nginika uNkulunkulu uthando olukhulu, umuzwa wokuzizwela Ngiphila ngentokozo uyanda, futhi nginamandla angenamkhawulo, ngizimisele ngokunikela ngomzimba nomqondo Wami uwonke, futhi Ngihlale Ngizizwela ukuthi ngeke ngize Ngikwazi ukuthanda uNkulunkulu ngokwanele. Ngakho, ingabe uthando lwakho luwuthando olubudedengu, noma olungephela, noma olungelinganiseke? Uma ufuna ukuthanda uNkulunkulu ngokweqiniso, uyohlala unalo olunye uthando ongaluphindisela Kuye. Uma kunjalo, ngomuphi umuntu futhi ngeyiphi into engakwazi ukuma endleleni yothando lwakho othanda ngalo uNkulunkulu?
UNkulunkulu ubona uthando lwesintu sisonke njengolubalulekile; wandisa nezinye izibusiso Zakhe kulabo abathanda Yena. Lokhu kwenziwa ukuthi uthando lomuntu kunzima kakhulu ukuhlangana nalo, luncane kakhulu, futhi lucishe lungatholakali. Emhlabeni jikelele, uNkulunkulu uke wazama ukufuna ukuthi abantu babuyisele uthando Kuye, kodwa kuyo yonke iminyaka kuze kube yimanje, labo ababuyisele uthando kuNkulunkulu bambalwa—bayidlanzana. Ngokukhumbula Kwami, uPetro wayengomunye, kodwa wayeholwa uJesu ngqo futhi waze wanikela ngothando lwakhe olugcwele kuNkulunkulu ekufeni kwakhe, okwaqeda leyo mpilo yakhe. Ngakho, ngenxa yalezi zimo ezingezinhle uNkulunkulu wanciphisa uhlelo lomsebenzi Wakhe emhlabeni jikelele, ngokusebenzisa izwe likadrako omkhulu obomvu njengesibonelo. Ugxilise wonke amandla Akhe kanye nemizamo Yakhe endaweni eyodwa. Lokhu kuzoba nemiphumela emihle kakhulu futhi kuzobasiza kakhulu ofakazi Bakhe. Ngenxa yale migomo emibili uNkulunkulu Ususe umsebenzi Wakhe emhlabeni uwonke Wawuyisa kulaba bantu abahluphekayo basezweni laseChina futhi Waqala umsebenzi Wakhe wothando, wokunqoba, ukuze kuthi lapho laba bantu sebekwazi ukuthanda Yena, Akwazi ukuqhubeka nesigaba esilandelayo somsebenzi Wakhe. Lokhu kuwuhlelo lukaNkulunkulu. Ngale ndlela izithelo zomsebenzi Wakhe zizoba zinkulu kakhulu. Uhlelo lomsebenzi Wakhe lugxilile futhi luqoqekile. Kusobala ukuthi likhulu kangakanani inani elikhokhwe uNkulunkulu nokuthi mangakanani amandla awasebenzisile ngokwenza umsebenzi Wakhe kithi, ukuthi usuku lwethu selufikile. Lokhu kuyisibusiso sethu. Ngakho, okungahambisani nokuqonda kwabantu ukuthi abantu baseNtshonalanga banomona ngokuthi sazalelwa endaweni enhle kangaka, kodwa thina sisonke sizibona siphansi futhi sithobekile. Akusikho ukusiphakamisa kukaNkulunkulu lokhu? Uzalo lukadrako omkhulu obomvu obeluhlala lunyathelwa luyahlonishwa abaseNtshonalanga—lokhu kuyisibusiso sangempela. Uma Ngicabanga ngalokhu, Ngikhungathwa umusa kaNkulunkulu, kanye nothando kanye nokusondela Kwakhe. Ngalokhu kungabonakala ukuthi okwenziwa uNkulunkulu akuhambisani nhlobo nokuqonda kwabantu, futhi yize bonke laba bantu beqalekisiwe, Akanqandwa izithiyo zomthetho futhi wenze ukuthi umsebenzi Wakhe ugxile kule ngxenye yomhlaba ngenhloso. Yingakho ngijabula, yingakho Ngizizwela Ngithokoze ngendlela engelinganiseke. Njengomuntu obambe iqhaza lobuholi emsebenzini, njengompristi omkhulu phakathi kwama-Israyeli, Ngikwazi ukwenza umsebenzi kaMoya ngqo futhi Ngisebenzela uMoya kaNkulunkulu ngqo; lokhu kuyisibusiso Sami. Ngubani ongaba nesibindi sokucabanga into enjengale? Kodwa namuhla, lokhu kufike kithi singazelele. Intokozo enkulu impela ebiza ukuthi sibungaze. Ngethemba ukuthi uNkulunkulu uzoqhubeka nokusibusisa nokusiphakamisa ukuze labo phakathi kwethu ababishe ebubini bengasetshenziswa uNkulunkulu kakhulu, okuzosisiza ukuze sibuyisele uthando Lwakhe.
Ukubuyisa uthando lukaNkulunkulu kuyindlela esengiyithatha, kodwa Ngizizwela ukuthi lokhu akusiyo intando kaNkulunkulu okumele ngihambe ngayo. Intando kaNkulunkulu Ngami ukuthi Yena Angisebenzise kakhulu—le indlela kaMoya Oyingcwele. Mhlawumbe Nginephutha. Ngicabanga ukuthi le yindlela engiyithathayo selokhu ngathatha isinqumo Sami noNkulunkulu kudala. Ngizimisele ngokuholwa uNkulunkulu ukuze Ngikwazi ukungena endleleni okumele Ngibe kuyo ngokushesha, futhi Nganelise intando kaNkulunkulu ngokushesha. Noma abanye bangacabangani, ngikholwa ukuthi ukwenza intando kaNkulunkulu kubaluleke kakhulu futhi wudaba olubaluleke kakhulu empilweni Yami. Akekho umuntu ongaphuca Mina leli lungelo—lokhu ngumbono Wami ngqo, futhi mhlawumbe kukhona abanye abahluleka ukukuqonda, kodwa Ngikholelwa ukuthi asikho isidingo sokuthi kube nomuntu engimucacisela ngalokhu. Ngizothatha indlela okumele Ngiyilandele—uma sengiyibonile indlela okumele ngiyilandele futhi ngeke ngihlehle. Yingakho ngibuyele kula magama: Ngibeka inhliziyo Yami ekwenzeni intando kaNkulunkulu. Ngilindele ukuthi abafowethu nodadewethu ngeke bangigxeke! Phezu kwakho konke, ngokubona Kwami, abanye abantu bangasho ukuthi bathandani, kodwa ngibona ukuthi ukwenza intando kaNkulunkulu kusemqoka futhi akumele ngizithole ngibhekene nezingqinamba ngalokhu. Ngeke ngilenze iphutha uma ngenza intando Yakhe, futhi ukwenza lokhu ngeke kuhlelwe ngokwezintshisekelo Zami uqobo! Ngikholelwa ukuthi uNkulunkulu ubone ngaphakathi kwenhliziyo Yami! Pho ungakuqonda kanjani lokhu? Ingabe uzimisele ngokunikela ngawe uqobo kuNkulunkulu? Ingabe uzimisele ngokusetshenziswa uNkulunkulu? Ingabe isinqumo sakho ngukwenza intando kaNkulunkulu? Ngethemba ukuthi abafowethu nodadewethu bebonke bakwazi ukuthola usizo oluthile emagameni Ami. Yize umbono Wami ungakholakali, Ngisathi Engingakusho ukuze sisonke sikwazi ukuvulelana izinhliziyo sixoxe ngaphandle kwezithiyo, ukuze uNkulunkulu aqhubeke nokuhlala phakathi kwethu ingunaphakade. Lawa ngamazwi aphuma enhliziyweni Yami. Kulungile! Aphela lapho amazwi asenhliziyweni Yami namuhla. Ngethemba ukuthi abafowethu nodadewethu bazoqhubeka nokusebenza ngokuzikhandla, futhi ngethemba ukuthi uMoya kaNkulunkulu uyohlala usinakekela!
Umthombo: IBandla LikaNkulunkulu USomandla
Ungase Uthande Nalezi: Liyinhloboni yencwadi iBhayibheli?
0 notes
Text
Wonke Amazwi KaNkulunkulu Ayisibonakaliso Sesimo Sakhe
UHu Ke Edolobheni laseDe zhou, EsiFundazweni saseShandong
Njalo uma ngibona la mazwi ekhulunywa nguNkulunkulu, ngangizizwa nginetwetwe: “Umusho ngamunye engiwukhulumile umumethe isimo sikaNkulunkulu. Niyobe nenza kahle uma nizindla ngokucophelela ngamazwi Ami, futhi niyozuza kakhulu kuwona” (“Kubaluleke Kakhulu Ukuqonda Isimo SikaNkulunkulu” encwadini ethi Izwi Livela Lisenyameni). Ngazizwa nginetwetwe ngoba ukuqonda isimo sikaNkulunkulu sibaluleke kakhulu ekuqondeni komuntu uNkulunkulu kanye nasekufuneni komuntu uthando kanye nokumenelisa Yena. Kodwa uma ngidla futhi ngiphuza amazwi kaNkulunkulu, ngaso sonke isikhathi ngangihlale ngizwa sengathi isimo sikaNkulunkulu sasiyinto esengqondweni nje kuphela, futhi ngingakwazi ukusiqonda kahle. Kamuva, ngenxa yokuhlanganyela nomholi wami, ngathola ukwazi ukuthi kufanele ngiqonde ukuthi yini ethandwa uNkulunkulu nokuthi yini ayizondayo emazwini Akhe, bese ngaleyo ndlela ngithole ukuqonda kahle isimo sikaNkulunkulu. Kulandela lapho ngazama isikhashana ukwenza lokhu futhi ngayibona imiphumela ethile. Kodwa nalapho ngangizizwa ngingaqondi kahle mayelana namazwi kaNkulunkulu, “Umusho ngamunye engiwukhulumile umumethe isimo sikaNkulunkulu,” futhi ngingazi nhlobo ukuthi ngingawaqonda kanjani.

Ngelinye ilanga, ngafunda la mazwi entshumayelweni: “Isimo sikaNkulunkulu siqukethe amaphuzu amaningi. Siqukethe lokho uNkulunkulu anakho nayikhona, imicabango Yakhe, imibono Yakhe, ukucabanga Kwakhe kanye nokuhlakanipha. Siqukethe indlela kaNkulunkulu kuzo zonke izinhlobo zabantu, njengemicabango Yakhe yomusa nokunakekela, kanye futhi nolunye ulaka Lwakhe olubhekiswe ebantwini abangalaleli nabanenkani. Ngenxa yokuthi umusho ngamunye kaNkulunkulu uqukethe ubuhlakani Bakhe kanye nemibono Yakhe, ngoba konke kuqukethe isendlalelo nomthombo wamazwi Akhe, ngoba konke kuveza ngokwemvelo indlela kaNkulunkulu kumuntu, hhayi nje ngomusho owodwa ongenasisekelo, kuyinto eyimvelo yempela ukuba umusho ngamunye uqukathe isimo sikaNkulunkulu. Onke amazwi ashiwo ngabantu aveza isimo sempilo yabo, ngakho ngeke yini onke amazwi kaNkulunkulu aqukathe okuningi okungaphezulu kwalokho? Lokhu kulula ukukuqonda, kodwa indlela yokukuthola nokukwazi ayilula neze njengoba abantu becabanga. Uma, lapho umuntu efunda amazwi kaNkulunkulu, engazami ukuwaqondisisa ngokwanele, engazami ngokwanele noma engenaso isipiliyoni, lapho-ke isimo sikaNkulunkulu ngeke kube lula ukusibona, angisaphathi-ke ukusiqondisisa. Okudingekayo-ke kubantu ukuba bathule phambi kukaNkulunkulu kanye nokugxilisa izinhliziyo zabo ngokuphelele emazwini kaNkulunkulu, kanye nokuba ukufunda kwabo nokuzama ukuqonda amazwi kaNkulunkulu kwenziwe ngomkhuleko; lapho-ke kancane kancane uzoqala ukuthola isimo sokucabanga esisekele amazwi kaNkulunkulu. Lokhu kuyisiqalo sokungena” (Encwadini ethi Ukuhlanganyela Okuvela Kongaphezulu). Lapho ngifunda la mazwi okuhlanganyela, konke kwacaca bha. Ngabona ukuthi isimo sikaNkulunkulu siqukethe izinto eziningi: Siqukethe lokho uNkulunkulu ayikhona, imicabango Yakhe kanye nemibono Yakhe, ukucabanga Kwakhe kanye nobuhlakani Bakhe, kanjalo nendlela ayiyo kuzo zonke izinhlobo zabantu, njalo njalo. Ukudlula lapho, umusho ngamunye kaNkulunkulu nomthombo wamazwi ngamanye Akhe, lapho kungekho nowodwa umusho ongenaso isisekelo, kanye nento ngayinye uNkulunkulu ayenzayo kanye nomusho ngamunye awukhulumayo ungukudalulwa kwemvelo yakho konke ayikhona empilweni. Ukuqonda kwami isimo sikaNkulunkulu, ngakolunye uhlangothi, kwakukhawulelwe kuphela kulokho uNkulunkulu akuthandayo nalokho akuzondayo. Lolu hlobo lokuqonda lwaluncike ohlangothini olulodwa kakhulu ngakho lwalungakwazi ukufinyelela kukho ukuqonda isimo sikaNkulunkulu emushweni ngamunye Wakhe. Ngaphandle kwalokhu, ngaphinde ngaqonda ukuthi, uma ngangifuna ukuqonda isimo sikaNkulunkulu kusukela emushweni ngamunye, ngangidinga ukuthula cwaka ngaphambi kukaNkulunkulu ngenze yonke imizamo yokuqonda imizamo kaNkulunkulu. Ukudlula lapho, ngangidinga ukukhuleka ngifune ukuholwa phambi kukaNkulunkulu, ngigxile ekuqondeni isimo somqondo osekele amazwi akhulunywe nguNkulunkulu kanjalo nesendlalelo nomthombo ongemuva kwezenzo zikaNkulunkulu.
Ngiphakamisa ukubonga ngokukhanyisa nokukhanyiselwa nguNkulunkulu okwangenza ngakwazi ukubona lezi zinto, ngabe emva kwalokho sengiqala ukugxila ekwenzeni nasekungeneni kulokhu. Ngelinye ilanga, ngafunda indima yamazwi kaNkulunkulu: “Ukubaluleka nokungabaluleki kwalo msebenzi kuncike ezidingweni zabantu, nokuthi sikhohlakele ngezinga elingakanani isintu, nesimo sokungalaleli kukaSathane nokuphazamisa kwaso umsebenzi. Lowo ofanele owulungele umsebenzi uphakanyiswe ngokwesimo somsebenzi wakhe, nokubaluleka komsebenzi. Uma kuziwa ekubalulekeni kwalo msebenzi, ekutheni iyiphi indlela okufanele isetshenziswe—umsebenzi owenziwa ngokuqondile uMoya kaNkulunkulu, noma owenziwa uNkulunkulu osesimweni somuntu, noma owenziwa umuntu—umsebenzi oyoqedwa kuqala owenziwa umuntu, futhi, ngenxa yohlobo lomsebenzi, kanye nomsebenzi kaMoya okanye nomsebenzi wenyama, ekugcineni kuyonqunywa ukuthi umsebenzi owenziwa inyama umzuzisa kangcono yini umuntu kunomsebenzi owenziwa uMoya, futhi unezinzuzo eziningi. Lona umcabango uNkulunkulu ngaleso sikhathi anquma ngawo ukuthi umsebenzi wenziwa uMoya noma inyama” (“Isintu Esikhohlakele Siyidinga Kakhulu Insindiso KaNkulunkulu Obe Inyama” encwadini ethi Izwi Livela Lisenyameni). Uma ngizama ukuqonda le ndima ngokuqikelela, ngazizwa sengathi ngithole umcebo omkhulu. Amazwi kaNkulunkulu akhombisa ukuqhubeka kokucabanga kukaNkulunkulu ngalesiya sikhathi, ukucabanga ukuthi kusetshenziswe yiphi indlela yomsebenzi ezinsukwini zokugcina. Ngesikhathi sokucabanga Kwakhe, into yokuqala uNkulunkulu aninga ngayo kwaba ukuthi iyiphi indlela azoyisebenzisa engahlomulisa isintu kakhulu kulo msebenzi, ukuthi kungatholakala kanjani kangcono umphumela wokusindiswa komuntu kanye nokuthi kwenziweni ukuze kwenziwe uSathane amukele ukunqotshwa, ngaleyo ndlela kushabalaliswe uSathane bese kulethwa abantu ababekade belimele ngokujulile ensindisweni ephelele. Ngalesi sikhathi sonkana nenqubo yokucabanga, uNkulunkulu wayelokhu eqhakambisa izintshisekelo nokuphepha komuntu hhayi neze Ezakhe. Kusobala ukuthi uNkulunkulu wayazi ngokuba Kwakhe senyameni wayezobhekana nobunzima obukhulu, kodwa lokhu akakushayanga ndiva uma ecabanga ngokusindisa isintu. Kunalokho, waqhubeka nokukhetha, ngokuncike ezidingweni zesintu nesimo sokungcola kwesintu, indlela kaNkulunkulu yokuba senyameni ukuze enze umsebenzi wezinsuku zokugcina. Uzibeka engcupheni enkulu ukuze angene shi emphandwini wengonyama, ubhekana nokushushiswa okunamandla nokuzingelwa ngudrako omkhulu obomvu, abekezelele ukuhlukunyezwa nokuhlambalazwa yizinkolo namabandla ahlukahlukene, futhi abekezele ukuphikiswa, ukungalalelwa kanye nokungaqondwa kwalabo bethu abalandelayo. Amanxeba nokuhlaselwa okubhekiswe enhliziyweni kaNkulunkulu kanjalo nokuhlaziswa akubekezelelayo uNkulunkulu empeleni yizinto okungekho muntu onokuziqonda. Yonke into uNkulunkulu ayishoyo nayambulayo iyikhona konke ayikhona empilweni: Ukuzinikela Kwakhe okungenabugovu esintwini kanye nokusikhokhela Kwakhe icala laso. Ubukhulu bukaNkulunkulu nokungabi nabugovu Kwakhe kwambulwa ngokwemvelo emsebenzini Wakhe kanye nasemushweni ngamunye Wakhe, futhi lokhu kuyingxenye yomusa kaNkulunkulu omkhulu nothando oluzinikele. Uthando lukaNkulunkulu ngomuntu akuwona nje amazwi angasho lutho, kodwa yinani langokoqobo alikhokhayo. Ngaleso sikhathi, ngathola umuzwa ocace bha okuthi uNkulunkulu ngempela mkhulu futhi uyathandeka kakhulu! Ngakho, yize noma ngangiwafundile la mazwi kaNkulunkulu ngaphambilini, ngangingakaze ngiqonde isendlalelo kwamazwi uKristu ayewakhulumile noma konke lokho ayekwambula, noma-ke ngiqonde uthando lukaKristu ngomuntu. Kumanje kuphela lapho ngithole ukuqonda kweqiniso la mazwi kaNkulunkulu: “Umusho ngamunye engiwukhulumile umumethe isimo sikaNkulunkulu.”
Ngaphambilini, njengoba ngangingakaze ngithulise inhliziyo yami noma ngizame ngokuphelele ukuqonda amazwi kaNkulunkulu, ngalahlekelwa amathuba amahle amaningi okuqonda uNkulunkulu, kangangokuthi ngisho nanamuhla ngisenemibono nokungamqondisisi uNkulunkulu, futhi ngisaqhelelene Naye. Kumanje kuphela lapho sengiqonda ukuthi uma ngifisa ukuqonda isimo sikaNkulunkulu, kufanele ngizame ngamandla ami onke ukufuna nokuqonda iqiniso eliqukethwe umusho ngomusho kaNkulunkulu. Ngale ndlela, nakanjani ngizohlomula kakhulu. Kusukela namuhla kuya phambili, ngifisa ukugcila ekuzimiseleni kakhudlwana emazwini kaNkulunkulu, futhi ngifune ukuba masisha ngibe yilowo onokumqonda uNkulunkulu.
0 notes
Text
UMZOBO WAKHO
UJosé Araujo de Souza Sukundibeka tyala ngala magama andiwathethiyo.Ndisoloko ndisebenzisa ukuthula njengolwimi,ngokuqinisekileyo ukuba intetho ithetha nzulu kunamazwi.Kukho, kum, akukho ncamathiselo kwimihla ekhethekileyo,kuba abo bachukumisayo kwaye bafanele iinkumbulo,zigcinwa entliziyweni kwaye ziyinyani, yonke imihla.Ndiphaphathekile, ndibrusque kwaye ndiyinto yonke abayifunayo.Ngaphantsi,…
View On WordPress
0 notes
Photo
Get 'The Ghosts of Ukuthula' on OFFER for a Limited Time Only!
Here: https://www.bookzio.com/the-ghosts-of-ukuthula/
In 1989 the majority of African nations have gained liberation from colonial rule. One by one, as these countries throw off the mantle of white European oppression, the pressure on others increases. In South Africa this only hardens the intransigence of the white rulers. The Republic of South Africa eventually remains as the last white minority dominated nation in Africa. A nation is about to explode. In an attempt to lower the levels of violence, moderate South African leaders begin negotiations to loosen the reins of apartheid. Allowing black Africans into the government is seen as a better option than having terrorism tear the nation apart. But, as with all periods of change, not everyone is happy with their new plans. The Fascist hard liners of apartheid, within the secret police and ruling government, are out to maintain their power. They form an unholy alliance with Russian backed liberation forces to throw the country into chaos. Thus a ‘Third Force’ is formed within the country of South Africa, but controlled by Russian outsiders.It’s winner take all! The ‘Third Force” is bent on increasing tensions and violence between the black African tribes and white Africans ruling the country. The Fascist Afrikaners believe that black violence will provoke a backlash from the white community and allow apartheid to be reinstated in full force. The Communists believe that this same violence will result in a black African uprising. They want chaos so they can take complete control of the country and kick out the whites. As the wedge of racial hatred and violence increases within South Africa, one man has the knowledge to expose the perpetrators and wipe them out. That man is Jacob Nkwe, code named ‘Zulu,’ of the CIA. Jacob is the head of a deep cover operation. His network has uncovered intelligence on the ‘Third Force’ that can destroy its leaders and show their Russian connections. But the opposition is not impotent. They strike back, wiping out Jacob’s unit. Now Jacob is on the run, dodging death by hiding out in Namibia. After almost a year, he’s now trying to make a come-back to bring in his critical intelligence before South Africa explodes. In the process he has to deliver a king’s ransom in blood diamonds to terrorist gun runners. Can he cross the Kalahari Desert and the Okavango Swamp and in time to stop a bloody revolution. The other side is waiting for him. Colonel Petrov, is that other side. He leads Russia’s plans to control the government of South Africa. He’s a pro, having stirred up revolution in Africa for decades. Petrov has his fingers in every plot. His plans of assassination, intimidation and guerilla strikes can change the fate of a nation. If Petrov can stop Zulu, then South Africa will dissolve in racial warfare. He has his people already in place to take control. Although Jacob is on his own, the CIA is calling in assistance. Jacques D’Anjou, born in the Congo, son of a French mercenary and animal collector is a man of the bush. He’s a pinch hitter for the CIA throughout Africa. Now he’s on point to facilitate Zulu’s rescue. He’ll have to move fast to pull it off.. Backing up Jacques is Sue Ferrell, fledgling CIA agent. Her spying on Petrov puts Jacob’s rescue in jeopardy. Now she has to fight back. The result will determine the success or failure of the mission. She’s resourceful and tough, but Petrov is no push-over. The spells of a native witch doctor, the spying by a traitor, the cryptic love life of secret police agent Debbie Kotzee and the quirks of psychopathic killer, Horst Grobler all come together to round out this tale of a nation’s destiny. Will South Africa survive to see Nelso Mandela take power as President? Who can prevent the nation from dissolving into a genocidal civil war?
Free and Bargain-Priced Action Books Daily
0 notes