Tumgik
#Amavidiyo Okugiya Nokucula
Video
undefined
tumblr
Ukubuka kungakabonwa “Ihubo Lombuso: Umbuso Wehlela Emhlabeni”
South African Christian Music
0 notes
get-new-life-blog1 · 6 years
Text
“Umbuso KaKristu Usufeziwe Phakathi Kwabantu”
“Umbuso KaKristu Usufeziwe Phakathi Kwabantu”
Isingeniso
I
UNkulunkulu uSomandla osesimweni somuntu
uvela ezinsukwini zokugcina eMpumalanga,
njengelanga nje elinokulunga liphuma;
isintu sesikubonile ukukhanya kweqiniso kuvela (more…)
View On WordPress
0 notes
Photo
Tumblr media
Gospel Choir | “Abantu Baphinde Babuyela Esimweni Sobungcwele Abake baba Naso” (Zulu Subtitles)
0 notes
Video
youtube
Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu "UNkulunkulu Uzobuyisela Isimo Sokuqala Sendalo"
I
Amazwi Akhe engena ekujuleni, uNkulunkulu ubheka umhlaba.
Indalo yonke yenziwe kabusha ezwini likaNkulunkulu.
Izulu liyaguquka, umhlaba ngokunjalo, umuntu uyaziveza ubunjalo bakhe.
Lapho uNkulunkulu edala umhlaba, zonke izinto zazingokwezinhlobo zazo,
nakho konke okunesimo esibonakalayo.
Uma ukuphatha kukaNkulunkulu sekusondele ekugcineni,
UNkulunkulu uzobuyisela izinto kulokho ezaziyikho endalweni.
Kancane kancane, unyawo nonyawo, abantu bayahlukaniswa ngokohlobo lwabo,
babuyela emindenini yabo.
UNkulunkulu uyajabula ngenxa yalokhu.
Akukho okungamphazamisa.
Umsebenzi omkhulu kaNkulunkulu uphela ngaphambi kokuba wazeke.
Ngaphambi kokuba konke kwazi, kwase kuguquliwe.
Kancane kancane, unyawo nonyawo, abantu bayahlukaniswa ngokohlobo lwabo.
II
UNkulunkulu uzobuyisela izinto kulokho ezaziyikho endalweni.
Wenza konke kuguquke ngokuphelele, ubuyisela konke ohlelweni Lwakhe.
Manje, isikhathi sesifikile! Ukuphela kohlelo lokugcina lukaNkulunkulu sekufikile.
Wena mhlaba ongcolile, nomubi omdala, uzowa ezwini likaNkulunkulu,
uzokwehliselwa kokungekho ngenxa yecebo likaNkulunkulu!
Zonke izinto ezidalwe nguNkulunkulu, zizozuza impilo entsha ezwini Lakhe,
zibe neNkosi Yobukhosi!
Wena mhlaba omusha ongcwelisiwe, uzofika ekuphileni enkazimulweni kaNkulunkulu.
Ntaba YaseSiyoni, yeka ukuthula. UNkulunkulu usebuyile ngokunqoba!
Ubheke kuyo yonke imihlaba, endalweni yonke.
Isintu sesiqale impilo entsha ezweni, siba nethemba elisha sha.
Kancane kancane, isinyathelo ngesinyathelo, abantu bahlukaniswa ngokohlobo lwabo.
III
Bantu bakaNkulunkulu! Anizukuvuseleleka ekukhanyeni kukaNkulunkulu?
Anizukugxuma nihleke ngenjabulo ngaphansi kokuholwa nokuqondiswa uNkulunkulu?
Imihlaba namanzi kuyahalalisa kuhleke.
U-Israyeli osebuyele ekuphileni!
Anizukuziqhenya ngokukhethwa kuqala uNkulunkulu?
Ubani oke wakhala? Ubani oke walila?
IV
U-Israyeli wakudala akasekho.
U-Israyeli wanamuhla usevukile emhlabeni.
Uphakamile ezinhliziyweni zabo bonke abantu.
Uthola umthombo wempilo ngabantu bakaNkulunkulu
Gibhithe elinenzondo! Uzoqhubeka umelane noNkulunkulu?
Ungakubalekela kanjani ukusolwa Nguye ngenxa yomusa kaNkulunkulu?
Lowo othandwa uNkulunkulu uyophila phakade.
Lowo omelene noNkulunkulu uyokujeziswa phakade.
Ngokuba uNkulunkulu unguNkulunkulu onomhawu,
Akadedeli izenzo zabantu kalula.
UNkulunkulu uthungatha umhlaba wonke.
Ngokulunga nobukhosi, ngolaka nokusolwa,
Uyavela eMpumalanga yomhlaba,
ukuzambula kubantu bonke emhlabeni!
V
Kancane kancane, unyawo nonyawo, abantu bayahlukaniswa ngokohlobo lwabo,
babuyela emindenini yabo.
UNkulunkulu uyajabula ngenxa yalokhu.
Akukho okungamphazamisa.
Umsebenzi omkhulu kaNkulunkulu uphela ngaphambi kokuba wazeke.
Ngaphambi kokuba konke kwazi, kwase kuguquliwe.
Kancane kancane, unyawo nonyawo, abantu bayahlukaniswa ngokohlobo lwabo.
Umthombo Izwi Livela Lisenyameni
0 notes
Video
South African Gospel Song "Uyawazi Umsebenzi KaNkulunkulu"
I Umsebenzi kaNkulunkulu esenyameni awumangalisi, futhi awumboziwe yimfihlakalo. Ungokoqobo futhi uyiqiniso, njengokuthi okukodwa nokukodwa kuba okubili; awucashile futhi akunabuqili. Konke abantu abakubonayo kuyiqiniso, linjalo neqiniso nolwazi abalutholayo. Lapho umsebenzi ufika ekugcineni kwawo, ulwazi lwabo Ngaye luyovuselelwa. Futhi imicabango yalabo abamfuna ngeqiniso iyobe isiphele yonke. Lokhu akuwona nje umthelela womsebenzi Wakhe kubantu baseShayina, kodwa ukhombisa umsebenzi Wakhe wokunqoba wonke umuntu, ukhombisa umsebenzi Wakhe wokunqoba wonke umuntu.
II Ngoba le nyama, umsebenzi Wakhe, nakho konke Okwakhe kuzuzisa umsebenzi Wakhe wokunqoba ukwedlula konke okunye. Kuzuzisa umsebenzi Wakhe namuhla nakusasa. Le nyama iyonqoba wonke umuntu futhi iyophinda izuze wonke umuntu. Awukho umsebenzi ongcono kunalo wokuba umuntu abone, alalele futhi aqonde uNkulunkulu. Futhi imicabango yalabo abamfuna ngeqiniso iyobe isiphele yonke. Lokhu akuwona nje umthelela womsebenzi Wakhe kubantu baseShayina, kodwa ukhombisa umsebenzi Wakhe wokunqoba wonke umuntu, ukhombisa umsebenzi Wakhe wokunqoba wonke umuntu. umthombo Izwi Livela Lisenyameni
0 notes
Video
Zulu Gospel Song "Uphawu Lwesimo SikaNkulunkulu" Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu
I Isimo sikaNkulunkulu sihlanganisa uthando Lwakhe nokududuza Kwakhe isintu, sihlanganisa ukuzonda Kwakhe nokuqonda Kwakhe ngokugcwele isintu. Isimo sikaNkulunkulu, isimo sikaNkulunkulu siyinto uMbusi wazo zonke izinto eziphilayo noma iNkosi yayo yonke indalo enayo. Isimo sikaNkulunkulu simele ukuhlonipheka, amandla, nesithunzi, simele ubukhulu nokuphakama. Isimo sikaNkulunkulu. UNkulunkulu uphakeme futhi uhlonipheka kuze kube phakade. futhi umuntu, uphansi futhi akanakubaluleka kuze kube phakade. Ngoba uNkulunkulu uzinikela kumuntu kuze kube phakade, kodwa umuntu uyathatha futhi azisebenzele yena kuze kube phakade.
II Isimo sikaNkulunklu siwuphawu lwegunya, lwakho konke ukulunga, nakho konke okuhle nakho konke okulungile. Isimo sikaNkulunkulu, siwuphawu lokuthi uNkulunkulu akakwazi ukucindezelwa noma ahlaselwe ubumnyama noma yimaphi amandla obutha. Asikho isidalwa esingakwenza noma esivunyelwa ukumcasula. Isimo sikaNkulunkulu siwuphawu lwamandla aphezulu kakhulu. Isimo sikaNkulunkulu. Akekho noma abekho abantu abangaphazamisa umsebenzi Wakhe noma isimo Sakhe. UNkulunkulu usebenzela ukuphila komuntu kuze kube phakade, kodwa umuntu akaniki lutho nhlobo ekukhanyeni noma ekulungeni. III Umuntu angasabenza okwesikhahi esithile, kodwa akakwazi ukumela igalelo elilodwa. Ngoba ukusebenza komuntu kuvame ukuba ngokwakhe, hhayi okwabanye. UNkulunkulu uphakeme futhi uhlonipheka kuze kube phakade. futhi umuntu, uphansi futhi akanakubaluleka kuze kube phakade. Ngoba uNkulunkulu uzinikela kumuntu kuze kube phakade, kodwa umuntu uyathatha futhi azisebenzele yena kuze kube phakade. Umuntu unomhobholo kuze kube phakade, uNkulunkulu akazicabangeli kuze kube phakade. UNkulunkulu uwumthombo wakho konke okunobulungiswa, okulungile, nokuhle, kanti umuntu ungumlandeli nomvezi wabo bonke ububi nokubi. Ukulunga nengqikithi yobuhle bukaNkulunkulu akusoze kwaguquka. UNkulunkulu uphakeme futhi uhlonipheka kuze kube phakade. futhi umuntu, uphansi futhi akanakubaluleka kuze kube phakade. Ngoba uNkulunkulu uzinikela kumuntu kuze kube phakade, kodwa umuntu uyathatha futhi azisebenzele yena kuze kube phakade. UNkulunkulu usebenzela ukuphila komuntu kuze kube phakade. kodwa umuntu akanikezi lutho nhlobo ekukhanyeni noma ekulungeni. Futhi umuntu angasabenza isikhahi esithile, kodwa akakwazi ukumela igalelo elilodwa, ngoba umuntu uhlala ezenzela yena. UNkulunkulu uphakeme futhi uhlonipheka kuze kube phakade, futhi umuntu, uphansi futhi akanakubaluleka kuze kube phakade. Ukulunga nengqikithi yobuhle bukaNkulunkulu akusoze kwaguquka, Akasoze aguqula ingqikithi anayo. Nokho noma nini noma kuphi umuntu angafulathela ukulunga, futhi anhlanhlathe kude noNkulunkulu.
kwethi Izwi Livela Lisenyameni
0 notes
Text
Zulu Best Christian Music | Indaba kaXiaozhen | Umdlalo Womculo
youtube
UXiaozhen wayehlanzekile, ewumKrestu onenhliziyo enhle, ehlale ephatha kahle abangani bakhe. Nokho, uma sekuyisikhathi sabo sokuzuza, abangani bakhe abadala baphenduka izitha zakhe. Emva kokudlula kulesi sigemegeme, uXiaozhen waphoqeleka ukushiya inhliziyo yakhe yeqiniso nemigomo yakhe yasekuqaleni. Waqala walahla unembeza wakhe omuhle nomoya wakhe omuhle wabhuquza odakeni lomhlaba omubi. … Ngenkathi ewa emseni wahamba endleleni yokonakala, wanyathelwa yizwe wagcwala izibazi nemihuzuko. Wafika kwangqingetshe, esimweni sokudideka, eselahle lonke ithemba, ubizo lweqiniso lukaNkulunkulu uSomandla ekugcineni lwayivusa inhliziyo nomoya kaXiaozhen. … 
Unyazi LwaseMpumalanga, iBandla likaNkulunkulu uSomandla lasungulwa ngenxa yokuvela nomsebenzi kaNkulunkulu uSomandla, ukubuya kwesibili kweNkosi uJesu, uKristu wezinsuku zokugcina. Lakhiwe yibo bonke labo abawamukelayo umsebenzi kaNkulunkulu uSomandlaezinsukwini zokugcina futhi banqotshwa basindiswa ngamazwi Akhe. Lasungulwa ngokuphelele nguNkulunkulu uSomandla ngokwakhe futhi liholwa Nguye njengoMalusi. Nakanjani, alisungulwanga umuntu. UKristu uyiqiniso, indlela, nokuphila.Izimvu zikaNkulunkulu ziyalizwa iphimbo likaNkulunkulu. Uma nje uhlala ufunda amazwi kaNkulunkulu uSomandla, uzobona ukuba uNkulunkulu usevelile.
0 notes
get-new-life-blog1 · 6 years
Text
"Indaba kaXiaozhen" (6) - Ebuya
“Indaba kaXiaozhen” (6) – Ebuya
Isingeniso
UNkulunkulu uSomandla uthi, “Uma uzizwa ukhathele, futhi uma uqala ukuzwa isizungu, isizungu yaleli zwe. Ungadideki, Ungakhali. UNkulunkulu uSomandla, uMlindi, uyokwamukela ukufika kwakho noma nini (more…)
View On WordPress
0 notes
get-new-life-blog1 · 6 years
Text
Christian Music Video "Umthandazo Wabantu BakaNkulunkulu" - Live in the Light
Christian Music Video “Umthandazo Wabantu BakaNkulunkulu” – Live in the Light
Isingeniso
Abantu bakaNkulunkulu baphakanyiswe ngaphambi kwesihlalo Sakhe,
imithandazo eminingi ezinhliziyweni zabo.
UNkulunkulu ubusisa bonke ababuyela Kuyena;
bonke baphila ekukhanyeni. (more…)
View On WordPress
0 notes
get-new-life-blog1 · 6 years
Text
Indaba kaXiaozhen" (3) - Elahla Abahle Elandela Ababi | Musical Drama
Indaba kaXiaozhen” (3) – Elahla Abahle Elandela Ababi | Musical Drama
Isingeniso
Kulo mhlaba wezinhliziyo ezimbi lapho imali iyinkosi, ikuphi okwenziwa uXiaozhen owayehlanzekile futhi elungile, ukuze aphile futhi asinde (more…)
View On WordPress
0 notes