#imvelo
Explore tagged Tumblr posts
Text
The Stimela Star, Zimbabwe | Timbuktu Travel
There's no doubt about it, the Stimela Star is the most vintage form of transport from Victoria Falls Zimbabwe's beloved Hwange National Park. Hop aboard your carriage, one of a few privately owned 1950s coaches. Then, hooked up to the regular old diesel–electric train that chugs nightly between Vic Falls and Bulawayo, you'll set off. The Stimela Star is run by Imvelo Safaris, one of Zimbabwe's most successful tour operators, so you can expect royal treatment in that elegant, old-fashioned manner, ensuring you arrive in Hwange rested and ready for some wildlife adventure.
1 note
·
View note
Photo
Vibes #imvelosafarilodges #wild #photographer #samsungphotography #lodge #southafrica #room #proofoflife #canon #lightroom #lighting (at Imvelo Safari) https://www.instagram.com/p/ClDDn8yq8tG/?igshid=NGJjMDIxMWI=
#imvelosafarilodges#wild#photographer#samsungphotography#lodge#southafrica#room#proofoflife#canon#lightroom#lighting
0 notes
Photo
Vuelvo al país donde puedo ser plenamente feliz...y a la vez, morir de tristeza. • Comienza Smile and See safari 2019, comenzamos nuestro viaje a #zimbabwe🇿🇼 con la fundación @smileisafoundation , cómo cada año con la máxima ilusión y con la idea de superarnos con respecto a 2018. Agradecer al magnífico equipo que vamos. A todas las personas que con vuestro granito de arena aportáis ilusión a este proyecto y por supuesto a todos nuestros colaboradores. • • • #africa #dentist #ong #health #help #thankyou #zimbabwe #hararezimbabwe #life #values #mylife #happiness #imvelo #spain (en Aeropuerto de Madrid-Barajas - MAD) https://www.instagram.com/p/B5TMDaCICP2/?igshid=1ky6mm43cj2la
#zimbabwe🇿🇼#africa#dentist#ong#health#help#thankyou#zimbabwe#hararezimbabwe#life#values#mylife#happiness#imvelo#spain
0 notes
Photo
You imagine what this tree had to go through to grow and fight against the current #Nàdar #thiên_nhiên #Imvelo #iseda #נאַטור #naturaleza #uhlobo #فطرت #natura #природа #ธรรมชาติ #природа #natură #자연 #guatemala #landscape #自然 #Daba #xwezayî #priroda #طبیعت #Байгаль #ბუნება🌱🌲🌲🌳🍀🌹🌸🌼🌝 (en El Estor, Izabal, Guatemala)
#자연#imvelo#naturaleza#байгаль#xwezayî#guatemala#natura#priroda#ბუნება🌱🌲🌲🌳🍀🌹🌸🌼🌝#נא#自然#landscape#природа#طبیعت#uhlobo#thiên_nhiên#natură#daba#iseda#ธรรมชาติ#nàdar#فطرت
0 notes
Text
Emuva Kokuphindelela KweSodoma Limelana Naye Futhi Limzonda, UNkulunkulu Uyalibhubhisa Uyayiqeda Nya
Emuva Kokuphindelela KweSodoma Limelana Naye Futhi Limzonda, UNkulunkulu Uyalibhubhisa Uyayiqeda Nya
Uma sesinokuqonda nokho isimo esilungileyo sikaNkulunkulu, singabuyisa umqondo sibheke umuzi waseSodoma lokho uNkulunkulu akubona njengomuzi wesono. Ngokuqonda ingqikithi yalo muzi, singaqonda ukuthi kungani uNkulunkulu ayefuna ukuwubhubhisa nokuthi kungani wawubhubhisa wawuqeda nya. Ngalokhu, singafika ekwazini isimo sikaNkulunkulu esilungile.
Uma sibuka ngamehlo obuntu, iSodoma kwakuwumuzi owawukwazi ukwanelisa izifiso zomuntu nobubi bomuntu. Wawuheha, uloya, ngomculo nombhiyozo wokudansa ubusuku ngobusuku, ukunethezeka kwawo kwaholela amadoda ukuba ahuheke futhi ahlanye. Ububi baso badla izinhliziyo zabantu kwabaloya bawela enkohlakalweni. Lona umuzi lapho imimoya engcolile nemimoya emibi yayichanasa khona; wawugcwele phama isono nokubulala futhi wembozwe iphunga elinuka ukubola negazi. Kwabe kungumuzi onyantisa igazi, umuzi umuntu ayewuhlehlela angafuni ukusondela. Akekho kulo muzi owesilisa noma owesifazane, omncane noma omdala—owafuna indlela yeqiniso; akekho owayelangazelele ukukhanya noma owayefisa ukushiya phansi isono. Babephila ngaphansi kokulawula, inkohlakalo nenkohliso. Base belahlekelwe ubuntu babo; babelahlekelwe imiqondo yabo, futhi base belahlekelwe inhloso yokuba khona komuntu, yokuqala. Benza izono zokumelana noNkulunkulu ezingenakubalwa; bakunqaba ukuqondisa Kwakhe futhi bamelana nentando Yakhe. Kwakuyizenzo zabo ezimbi ezafaka laba bantu, umuzi kanye nayo yonke into ephilayo kuwo, igxathu ngegxathu, endleleni eya ekubhujisweni.
Noma lezi zindima ezimbili zingasho imininingwane echaza izinga lokukhohlakala kwabantu baseSodoma, esikhundleni salokho zibhala ngokuziphatha kwabo ezithunyweni zikaNkulunkulu, emuva kokufika kwabo emzini, iqiniso elisobala lingakhombisa izinga abantu baseSodoma ababekhohlakele, bebabi futhi bemelene noNkulunkulu ngayo. Ngalokhu, ubuso nengqikithi yangempela yabantu balo muzi yadaluleka. Hhayi nje ukuthi abazange bemukele izexwayiso zikaNkulunkulu, babengakusabi futhi ukujezisa Kwakhe kunalokho, bayishaya indiva intukuthelo kaNkulunkulu. Bamelana noNkulunkulu ngenkani ongathi izimpumputhe. Akukhathaliseki ukuthi wayenzani noma eyenza kanjani, imvelo yabo enonya yavele yanyukela kunakuqala futhi bamelana noNkulunkulu bephindelela. Abantu baseSodoma babenobutha nobukhona bukaNkulunkulu, ukuza Kwakhe, isijeziso Sakhe, kanye nakakhulukazi, izexwayiso Zakhe. Babengaboni lutho oluhle phakathi kwabo. Babeshwabadela futhi balimaza bonke abantu ababengabashwadela futhi babalimaze, futhi wawungekho umehluko endleleni ababephethe ngayo izinceku zikaNkulunkulu. Mayelana nazo zonke izenzo ezimbi ezenziwa abantu baseSodoma, ukulimaza izinceku zikaNkulunkulu kwabe kuyisicongo nje sentaba yeqhwa, kanti nemvelo yabo ekhohlakele eyavezwa yilokhu, yayilingana cishe neconsi nje olwandle olubanzi. Ngakho-ke uNkulunkulu wakhetha ukubabhubhisa ngomlimo. UNkulunkulu akasebenzisanga uzamcolo, akasebenzisanga isiphepho, ukuzamazama komhlaba, itsunami noma inoma iyiphi enye indlela ukubhubhisa umuzi. Kwabe kuchaza ukuthini ukusebenzisa kukaNkulunkulu umlilo ukubhubhisa lo muzi? Kwakuchaza ukubhujiswa okuphelele kwalowo muzi; kwakuchaza ukuthi umuzi wanyamalala ngokuphelele emhlabeni nasekutheni ubukhona. Lapha, ukubhujiswa akuchazi nje ukunyamalala kokuma, nesakhiwo noma ukubukeka kwangaphandle komuzi; kwakuchaza nokuthi imiphefumulo yabantu babengaphakathi komuzi yashabalala, ngenxa yokubhujiswa ngokuphelele. Ngamafuphi, bonke abantu, izigameko kanye nezinto eziphathelene nomuzi zabhujiswa. Kwakungeke kube khona kamuva noma ukuzalwa ngokusha komunye umzimba kubona; uNkulunkulu wayekususe ngokuphelele kubantu, indalo Yakhe, ingunaphakade. “Ukusetshenziswa komlilo” kwakuchaza ukuma kwesono, futhi kwakusho isiphetho sesono; leso sono sasingeke sisaba khona noma sisabalale. Kwakusho ukuthi ububi bukaSathane babulahlekelwe inhlabathi yabo ebondlayo kanye nasemathuneni lapho base buthole khona imvume yokuhlala nokuphila. Empini phakathi kukaNkulunkulu noSathane, ukusebenzisa kukaNkulunkulu umlilo uphawu lukaNkulunkulu lokunqoba, uSathane abekwa uphawu ngalo. Ukubhujiswa kweSodoma kuyimbuyiselamuva enkulu ekuzimiseleni kukaSathane ukumelana noNkulunkulu ngokonakalisa nokushwabadela abantu, futhi ngokufanayo kuwuphawu oludumazayo lwesikhathi ekuthuthukeni kwesintu, lapho umuntu enqaba ukuqondiswa uNkulunkulu wazinikela ekonakaleni. Ngokungaphezu kwalokho, kuwumbhalo wokwembuleka ngeqiniso lesimo esilungile sikaNkulunkulu.
Lapho umlilo uNkulunkulu awuthumela usuka ezulwini usuqothule iSodoma kwangasala lutho nje ngaphandle komlotha, kwakusho ukuthi umuzi obizwa ngokuthi “Sodoma” wawuyoyeka ukuba khona, njengakho konke ngaphakathi komuzi uqobo. Wabhujiswa intukuthelo kaNkulunkulu; wanyamalala ngaphansi kolaka nobukhosi bukaNkulunkulu. Ngenxa yesimo sikaNkulunkulu esilungile, iSodoma yathola isijeziso sayo esiyilungele; ngenxa yesimo sikaNkulunkulu esilungile, yathola isiphetho esiyilungele. Ukushabalala kokuba khona kweSodoma kwakungenxa yobubi bayo, kwakungenxa yesifiso sikaNkulunkulu ukuthi angaphinde ayibone, noma abone inoma ibaphi abantu ababekade bekuyo noma iyiphi impahla eyayikade ikhulele kulo muzi. “Isifiso sikaNkulunkulu sokuthi angaphinde awubone lo muzi” wulaka Lakhe, kanye nobukhosi Bakhe. UNkulunkulu wawushisa umuzi ngenxa yokuthi ububi nesono sawo kwamenza Wezwa intukuthelo, ukunyanya kanye nokunengeka mayelana nawo futhi wafisa ukuthi angaphinde awubone wona noma nabantu nakho konke okuphilayo okuhlala kuwo. Emuva kokuthi umuzi sewushe wangqongqa, kwasala umlotha nje, wase ungasekho ngempela emehlweni kaNkulunkulu; ngisho izinkumbulo Zakhe ngawo, zasulwa. Lokhu kusho ukuthi umlilo owawuthunyelwe usuka ezulwini awuzange nje uqothule kuphela wonke umuzi waseSodoma kanye nabantu bakhona abagcwele izono, futhi awuzange nje ubhubhise zonke izinto ngaphakathi komuzi ezazingcoliswe isono, ngaphezu kwalokho, lo mlilo wabhubhisa izinkumbulo zobubi bomuntu nokumelana noNkulunkulu. Lokhu kwabe kuyinhloso kaNkulunkulu ngokushisa umuzi.
Isintu sase sonakaliswe kwaze kweqa. Babengazi ukuthi uNkulunkulu ngubani noma babevele kuphi. Uma uphatha uNkulunkulu laba bantu babegasela, banyunde futhi bahlambalaze. Ngisho noma izinceku zikaNkulunkulu zazifikile ukuzomemezela isexwayiso Sakhe, laba bantu abazange nje kuphela bangabonakalisi zimpawu zokuzisola; abazange bakulahle ukuziphatha ngendlela ekhohlakele. Esikhundleni salokho, balimaza izinceku zikaNkulunkulu ngokweyisa. Abakukhombisa nabakuveza kwabe kuyimvelo nobukhona babo obunobutha obudlulele noNkulunkulu. Siyabona ukuthi ukumelana noNkulunkulu kwalaba bantu abonakele, kwabe kukukhulu kunokwembulwa kwesimo sabo esonakele, njengoba kwabe kukukhulu kunesigameko esisodwa nje sokunyundela noma ukubhuqa okusuka ekusweleni ukuqonda ngeqiniso. Kwabe kungebona ubulima noma ukungabi nalwazi okwakudala ukuziphatha ngokukhohlakala kwabo; kwakungekhona ukuthi laba bantu babekhohlisiwe, futhi kwabe kungesikhona ukuthi babedukisiwe. Ukuziphatha kwabo kwase kufike ezingeni lokuphikisana, ukumelana kanye nobuyaluyalu noNkulunkulu, okwakunokweyisa okusobala. Ngaphandle kokungabaza, lolu hlobo lokuziphatha komuntu kwakuzovusa ulaka lukaNkulunkulu, futhi kuvuse ulaka lwesimo Sakhe—isimo okungafanele sicasulwe. Ngakho-ke, uNkulunkulu wadedela ngqo futhi nangokusobala ulaka Lwakhe nobukhosi Bakhe; lokhu ukwembulwa ngeqiniso kwesimo sakhe esilungile. Ebhekene nomuzi owabe uchichima yisono, uNkulunkulu wafisa ukuwubhubhisa ngendlela esheshayo kakhulu kunezinye; wayefisa ukuqothula abaqede abantu abakuwo kanye nazo zonke izono zabo ngendlela ephelele kakhulu, ukwenza abantu balo muzi ukuthi bangabi sabakhona kanye nokuvimba isono esabe singaphakathi ukuthi sichume sande. Indlela eyabe ishesha futhi iphelele yokwenza lokhu kwabe kuwukushisa ngomlilo. Umbono kaNkulunkulu ngabantu baseSodoma kwabe kungesona esokubashiya noma ukungabakhathaleli; kunalokho, wasebenzisa ulaka, nobukhosi negunya Lakhe ukujezisa, ukuvithiza nokubabhubhisa nya laba bantu. Umbono Wakhe ngabo kwakungesona kuphela esokubabhubhisa ngokomzimba kuphela, kodwa kwabe kungukubhubhiswa komphefumulo, ukushabalalisa okungunaphakade. Yilokhu empeleni obekuqondwe isifiso sikaNkulunkulu ngabo ukuthi “bangabe besaba khona.”
kwethi Izwi Livela Lisenyameni
#IBandla LikaNkulunkulu USomandla#UNkulunkulu USomandla#uNkulunkulu#ukwazi uNkulunkulu#umusa kaNkulunkulu
1 note
·
View note
Photo
Yinhle kakhulu imvelo. https://www.instagram.com/p/CThzxH_Nhre/?utm_medium=tumblr
0 notes
Photo
Imvelo Safari Lodges sarà per la prima volta presente al Travel Open Village Evolution per presentare i suoi lodge situati alle mitiche Cascate Vittoria, sulle rive del magico fiume Zambesi e all’interno del Parco Nazionale di Hwange, in Zimbabwe. I lodge di Imvelo sono ambienti ideali per soddisfare le richieste dei viaggiatori anche più esigenti [...]→ https://ift.tt/37U4EYe https://ift.tt/2vFUQNL Imvelo Safari Lodges sarà per la prima volta presente al Travel Open Village Evolution per presentare i suoi lodge situati alle mitiche Cascate Vittoria, sulle rive del magico fiume Zambesi e all’interno del Parco Nazionale di Hwange, in Zimbabwe. I lodge di Imvelo sono ambienti ideali per soddisfare le richieste dei viaggiatori anche più esigenti [...]→
0 notes
Photo
Feliz 2019 // Happy New Year. • Qué le pido al 2019 para mí gente y para mí ...? Simplemente no perder de vista nuestros sueños, es la riqueza que tenemos, aunque salga mal, vale la pena intentarlo una y mil veces más. Lo que importa es el camino. • No perder la esencia. #happynewyear #keepgoing #dontquit #keepfighting #dreams #africa #nehimba #imvelo #boxer #boxinglife #flaco #team #menofmayhem #alwaysfighting @imvelosafarilodgeszim (en Nehimba Safari Lodge) https://www.instagram.com/p/BsGsTHfAmc9/?utm_source=ig_tumblr_share&igshid=btokfz7omjox
#happynewyear#keepgoing#dontquit#keepfighting#dreams#africa#nehimba#imvelo#boxer#boxinglife#flaco#team#menofmayhem#alwaysfighting
0 notes
Photo
#natuur #ʻanoʻanonāmilimili #naturalesa #प्रकृति #φύση #φυση💚 #Nàdar #thiên_nhiên #Imvelo #iseda #נאַטור #naturaleza #uhlobo #فطرت #natura #природа #ธรรมชาติ #природа #natură #자연 #guatemala #landscape #自然 #Daba #xwezayî #priroda #طبیعت #Байгаль #ბუნება #doğa #çiçek #müteşekkir #mutlu #aşk #Doğasevgisi #minnetle #yeşil
#priroda#φυση💚#doğasevgisi#yeşil#minnetle#xwezayî#imvelo#ʻanoʻanonāmilimili#נא#daba#природа#nàdar#iseda#φύση#natuur#байгаль#doğa#çiçek#प#uhlobo#طبیعت#aşk#naturalesa#فطرت#natura#müteşekkir#자연#ბუნება#thiên_nhiên#ธรรมชาติ
0 notes
Text
Ukuzazi Wena Ngempela Kuphela Ngokuqonda Iqiniso
UWenwen Edolobheni LaseChangchun, Esifundazweni SaseJilin
Ngokombono wami, njalo ngangicabanga ukuthi uma ukwenza izinto kwangaphandle kusabonakala kufanele lapho abantu bengaboni kukhohlakala, khona-ke kwakubhekwa njengokuguquka. Ngakho-ke, nganakisisa kakhulu ukwenza kwangaphandle kukho konke engangikwenza. Ngangikhathalela kuphela ukuthi ukwenza kwami kwakulungile noma cha, futhi kuphela uma ukuziphatha nokwenza kwangaphandle kwakufanelekile, ngangingenankinga. Lapho ngibhekene nokuthenwa, ngangikhathazeka kuphela uma kwakunokuthile okungalungile ngokwenza kwami. Ngangiqiniseka kuphela uma ngiphikiswa ekwenzeni kwami. Ngangingakwamukeli ukuxhumana okwengeziwe ngokubona imvelo yami ekhohlakele. Kamuva, odadewethu nabafowethu bangitshela ukuthi umuntu angaguqula isimo sakhe kuphela ngokwazi imvelo yakhe, nokuthi ngangingayazanga imvelo yami. Ngemva kokulalela amazwi odadewethu nabafowethu, ngaqala ukufunda ukubona imvelo yami. Lapho umuntu ethi, “Lokhu kubonisa ukuzigabisa kubuswa yimvelo yakho yokuzithwala,” ngase ngithi, “O, ngiyazithwala, imvelo yami inokuzithwala!” Omunye wathi, “Lokhu kuziphatha okungavamile nokungalawulwa kubuswa yimvelo yakho embi.” Ngase ngiqhubeka, “O, imvelo yami embi.” Angizange ngicabange ukuthi kwakunzima ukwazi isimo sami kuphela uma ngiphinda izinhlobo zemvelo ezibusa lokhu kuziphatha ngokulandelana kwazo. Uma othile engibuza, “Lokhu kuziphatha kubuswa iyiphi imvelo?” Ngase ngithi, “Ukuzithwala, ububi, isihluku, ubuqili….” Lolu hlobo lwemibuzo nezimpendulo lwalufana nokugcwalisa izikhala ezingenalutho, okwakubonakala kulula kakhulu. Kwagcina ngokuthi odadewethu nabafowethu bangitshele ukuthi ngazi imvelo yami ngokwesilinganiso esikha phezulu. Ngakho, ekuxoxeni kamuva ngokuzibona, ngathi, “Ngizithwele kakhulu, futhi ngokungenamingcele. Ngimubi kakhulu, futhi nginesihluku kakhulu.” Ngacabanga ukuthi ukwengeza ukuthi “kakhulu” ekuziboneni kwami kwangaphambilini kwakuyojulisa ukuqonda kwami. Ngangingacacelwa okushiwo yizimfuneko zikaNkulunkulu ngabantu ukuba babone imvelo yabo, ngakho-ke, lapho ngembula inkohlakalo noma lapho ngibona amazwi kaNkulunkulu embuliwe ngemvelo yomuntu, ngakuqonda kuphela ngokombono wokulandela imithetho; ngangifana nopholi, ophindaphinda amazwi ngokuzibona mina esikhundleni sokuqonda nokwazi ngempela okusuka enhliziyweni. Ngangingazizondi, noma ngangingizwa ukuthi kuyingozi kangakanani. Ngisho nasekuzweni amazwi aqinile avela kuNkulunkulu, angizange ngethuke. Kunalokho, akungikhathazanga, okwenza kwaba nokuguquka okuncane esimweni sami. Ngisho nakuba ngiyisiwula, ngindikindiki, futhi nginezinga eliphansi, uNkulunkulu akangishiyi, kodwa kunalokho, njalo uyangiqondisa futhi angikhanyisele, angihole ukuze ngazi imvelo nengqikithi yami bese ngithola indlela yokuguqula isimo sami.
Ezinsukwini ezimbalwa ezedlule, ngahamba nomfowethu ngaya emndenini omusha osamukele. Lapho sixoxa ngemva kokuya lapho, udade osekhulile emndenini osamukele wakhuluma ngendlela odadewethu nabafowethu ayevame ukubamukela ababembula ngayo inkohlakalo; futhi wakhuluma nangemibono yakhe ngabo. Ngemva kokulalela, angizange ngiphendule noma ngikunake ayekusho, futhi angizange ngikhulume ngeqiniso nodade osekhulile. Lena yindlela isikhathi esahamba ngayo. Ngemva kwezinsuku ezimbalwa, abanye abafowethu ababili ababenza umsebenzi kanye nathi bafika bazohlala nathi izinsuku ezimbalwa. Ngemva kokuba sebehambile, udade osekhulile wakhuluma nathi ngemibono yakhe ngalabo bafowethu ababili, futhi ngaleso sikhathi, ingqondo yami yaphendula: Okuningi kwalokho okushoyo akuhambisani namaqiniso; lokhu konke kuyizinsolo zakho. UNkulunkulu ufuna ukuba odadewethu nabafowethu bathandane futhi basizane. Kufanele ngenze iqiniso futhi ngikhulume iqiniso lokwethembeka kuwe. Ezinsukwini ezimbili ngemva kwengxoxo yethu, udade osekhulile weza kimi futhi wangitshela ukuthi yimiphi imisho yami eyayimkhubile, nokuthi yiziphi izinto engazenza ezamkhuba. Wayikhuluma yonke imicabango yakhe futhi wakhala. Ngibona lokhu, ngacabanga: Usola kakhulu wonke umuntu. Ngalesi sikhathi usola mina. Lokhu akulungile. Kudingeka ukuthi ngikhulume ngokucacile nawe ukuze ungabi nokungisola. Ngakho-ke, ngaba nengxoxo evulekile naye, futhi ngakhomba ngqo imvelo ayeyibonisa kanye nokuziphatha kwakhe kokusola nokwahlulela. Udade osekhulile wabonakala ekwamukela, kodwa wayengenelisekile ngaphakathi. Ezinsukwini ezalandela, wathi unalolu hlobo naloluya hlobo lokugula. Ngibona lokhu, ngacabanga: Awenelisekile ngaphakathi, kodwa wenza sengathi uyakwamukela; ingabe lokhu akusikho ukuzenzisa nokukhohlisa? Kunezifundo ezingafundwa lapho umuntu egula. Kufanele wenze ukuzihlola okuthile, ngokuthi ubusekuguleni okungapheli. Ngokucabanga ngalokhu, ngathola omunye “umthwalo,” okwabangela ukuba ngiphinde ngixoxe nodade osekhulile. Ngamcela ukuba enze ukuzihlola futhi azazi. Nokho, kule ngxoxo, udade osekhulile akazange abukeke kahle. Akazange ngisho azenzise sengathi uyakwemukela. Ngamangala, futhi ngacabanga: Bengikhathalela kakhulu ukuba ngikusize futhi ngaxoxa nawe ngokuphindaphindiwe, kodwa awukwamukeli futhi usola ngisho nami. Ungumuntu ongethembekile kakhulu! Uma ungalamukeli iqiniso, ngubani omunye ongakusiza? Khohlwa, ngeke ngenze lutho, kukuwe. Ngasunduzela kudade osekhulile konke ukugxeka nomthwalo ngicabanga ukuthi wayenobuqili obukhulu; ngangikholwa ukuthi ngingumzalwane olungile owayenza iqiniso, owayezimisele ukusiza odadewethu nabafowethu futhi owayekhathalela intando kaNkulunkulu. Nginjalo, ngangigcwele imibono ngodade osekhulile, futhi wayengeke esaqhubeka nokungilalela.
Ekubhekaneni nale nkinga, kwadingeka ngenze ukuzihlola okuthile: Ingabe nginephutha? Ngangingenzi iphutha ngokusiza udade osekhulile ngobubele lapho ngibona amaphutha akhe. Ingabe kungenxa yokuthi angizange ngethembele kuNkulunkulu? Akunjalo, bengithandaza ngaso sonke isikhathi ngaphambi kokukhuluma nodade osekhulile. Alikho iphutha engilenzile endleleni yami yokwenza izinto, futhi angingakaze ngibe sezimweni ezibucayi njengalesi ngesikhathi ngisiza abanye esikhathini esedlule. Inkinga kufanele ibe kudade osekhulile futhi kungenxa yokuthi akayena ongenacala. Nokho, lapho ngicabanga ngale ndlela, ngazizwa ngikhathazekile. Ngazizwa nginecala ikakhulu lapho ngibona udade osekhulile ehlushwa ukugula kwakhe. Ngangifuna ukumsiza ngokusuka ekujuleni kwenhliziyo yami, nokho, ngangingayazi indlela yokubambisana naye. Njengoba ngangingenakho engangingakwenza, ngaya kuNkulunkulu futhi ngacela usizo Lwakhe. Ngafunda amazwi kaNkulunkulu, “Izindebe zakho zinomusa kunamajuba kodwa inhliziyo yakho yimbi ngaphezu kwenyoka yamandulo, ngisho nezindebe zakho zinhle kunezowesifazane waseLebhanoni, kodwa inhliziyo yakho ayinamusa kunaleyo yowesifazane waseLebhanoni futhi-ke ayingefaniswe nobuhle babaseKhenani. Inhliziyo yakho inenkohliso enkulu” (“Isimilo Senu Sibi Kakhulu!” encwadini ethi Izwi Livela Lisenyameni). Amazwi avela kuNkulunkulu athinta inhliziyo yami masinyane. Ngazithola sengizihlola ukuthi yini engangiyenzile ngalezo zinsuku kanye nemicabango engemuva kwalokho. Lapho ngizwa udade osekhulile ekhuluma ngokwahlulela kwakhe abanye odadewethu nabafowethu, angizange ngiphendule ngenxa yokucabanga ukuthi akudokwe eligayelwe mina futhi kwakungeke kungivimbe; lapho ngizwa udade osekhulile ekhuluma ngokubandlulula abafowethu ababili engangibazi, angikwazanga ukulinda phambi kokukhuluma naye ngenxa yokuthi kwakungenzeka ukuthi wayebaqonda kabi; lapho ngizwa ukuthi udade osekhulile unemibono ngalokho engangikushilo nengangikwenzile, ngakunaka ngokwengeziwe ukukhuluma naye ngenxa yokuthi kwakungenzeka abe noma namiphi eminye imibono ngami. Ngangithi ngisiza odadewethu nabafowethu ngokuba nobubele nabo. Iqiniso laliwukuthi ngangifuna ukukholisa nokwehlula abanye ngeqiniso, ngibavale imilomo, futhi ngivimbela abanye ekubeni bangehlulele nokuba baphazamise lokho engikuthandayo. Ngicabanga ngokuziphatha kwami, ngabona ukuthi yayingakhathaleli. Kwakungenzeka kanjani ukuthi kube nengqikithi yothando? Uma ngibheka emuva, angizange ngibonise ububele kudade osekhulile kusukela ekuqaleni, noma ngibonise ukumcabangela. Imvelo yami yayinenzondo ngempela! Udade osekhulile waqala ukwamukela izivakashi kusukela engena emndenini kaNkulunkulu. wayengakaze akhiphe nelilodwa izwi lokukhononda. Ngenxa yokuthi wayevame ukusilela ekuyeni emihlanganweni nasekuhlanganyeleni, wayengakakujulisi ahlangene nakho ekuphileni. Nokho, wayezimisele ukufuna nokufunda amazwi kaNkulunkulu kuphela uma ekhululekile. Njengoba wayengakacaciseleki kahle ngeqiniso, wayebheka ukwahlulela odadewethu nabafowethu ngokubadla izithende kanye nokukhuluma ngamaphutha abo njengemithwalo yabo; wayemane enza izinsolo zakhe ngodadewethu nabafowethu njengenkulumo evulekile. Wayengazi ukuthi yikuphi okwakuwukusola kanye nokuthi yikuphi okwakuyihaba, futhi angizange ngibonise noma yikuphi ukumcabangela. Kungakhathaleki okwesiqu sakhe, ngalwa ngokungakhethi uma nje kubandakanya okuthandwa yimi, futhi ngamcindezela ukuba azazi. Ngintula kakhulu ukucabanga! Yisiphi sizathu esingenza ngingavumeli abanye bangahlulele? Ngisho noma abanye bengakhulumi, ingabe indlela engiphila ngayo ayifani nekaSathane? Yonke into engangiyenzile ngangizenzela mina, futhi kwakungokuzivikela mina. Kuphela uma okuthandwa yini kungaphazanyiswa, ngangingenandaba nabanye. Angizange ngibonise ukucabangela ubuthakathaka babanye, noma ngicabangele ukuthi abanye bazokumela yini engikushoyo noma engikushoyo kuzoba nemiphumela engemihle yini. Indlela engangiphila ngayo yayithonywe yisimo sokukhohlakala kukaSathane. Engangikulethe kubantu kwakuwukulimaza nokuhlasela abantu. Abanye bebangakumela kanjani lokhu? Lokho engangikusho nengangikwenza kwenza uNkulunkulu azizwe enengekile, futhi kwenza uMoya oNgcwele wangasebenza kimi. Ngangingenza kanjani ukuze engikushoyo kube nempumelelo?
UNkulunkulu wathi, “Noma ubani angasebenzisa amazwi akhe kanye nezenzo zakhe ukuze kubonise ubunjalo bakhe. Lobu bunjalo bakhe empeleni buyimvelo yakhe. Uma ungumuntu okhuluma ngokugwegwesa kakhulu, khona-ke unemvelo engaqondile. Uma imvelo yakho inobuqili ngempela, khona-ke indlela owenza ngayo izinto iba nobuqili nobugebengu obukhulu, futhi ubakhohlisa kalula abantu. Uma imvelo yakho iyimbi kakhulu, kungenzeka amazwi akho azwakale emnandi ukuwalalela, kodwa izenzo zakho ngeke zifihle ububi bakho. Uma imvelo yakho inokuvilapha okukhulu, khona-ke konke okushoyo kuyoba okuhloselwe ukugwema ukusolwa nomthwalo wobuvila nangokuzihudula kwakho, futhi izenzo zakho ziyoba ngezonyawo lonwabu nezokuzihudula, futhi ube kahle kakhulu ekufihleni iqiniso. Uma imvelo yakho inozwela kakhulu, khona-ke amazwi akho azoba nokucabangela futhi izenzo zakho ziyovumelana kakhulu neqiniso. Uma imvelo yakho inokwethembeka okukhulu, khona-ke amazwi akho kufanele abe qotho futhi indlela owenza ngayo izinto kufanele ibe nokuthobeka, ngaphandle kokwenza inkosi yakho ukuba ingakwethembi. Uma imvelo yakho inenkanuko enkulu noma ukuhahela imali, khona-ke inhliziyo yakho iyovama ukugcwaliswa yilezi zinto futhi uyokwenza izinto eziphambukile nezinokungcola ungaqondile okuyokwenza kube nzima ngabantu ukuba bazikhohle futhi ngaphezu kwalokho bayonengwa yizo” (“Inkinga Enkulu: Ukukhaphela (1)” encwadini ethi Izwi Livela Lisenyameni). Emazwini kaNkulunkulu, ngabona ukuthi indlela abantu abezembula nabaphila ngayo izimpilo zabo ibuswa yimvelo yabo. Uhlobo lwemvelo yangaphakathi ngokungenakugwemeka luyonquma isimo esiboniswa ngaphandle. Uma kunokuthile okubi ngaphakathi, khona-ke ukuziphatha kuzobuswa yimvelo embi, futhi ngeke size sibonise umusa. Lapho inhloso yami yokukhuluma nodade osekhulile yayingalungile, okwakungibusa ngaphakathi kwakungeyena uNkulunkulu, iqiniso noma izinto ezinhle, kodwa kunalokho kwakunguSathane. Indlela engangiphila ngayo yayiwumfanekiso kaSathane. Ngakho, ukukhuluma kwami kwakungeke kuzuzise abanye. Ukube ngangihlangabezane nalolu hlobo lwento esikhathini esedlule, ngangiyogxila ezenzweni zangaphandle; ngangiyocabanga ukuthi angiliholanga ibandla, ukuthi ngangingenzi kahle ekukhulumeni nabanye, futhi ngangiyofuna izizathu eziningi zokungabi necala. Kwaze kwaba namuhla lapho ngabona khona ukuthi izenzo zangaphandle azifezi indima ebalulekile, kodwa kunalokho ukuthi inhliziyo ingabe ilungile yini noma cha. Kubalulekile ukubona ingqikithi yangaphakathi. Ngokwesibonelo, uma othile ethanda ngempela omunye umuntu, uyobheka futhi anake lokho akuthandayo ngehliziyo yakhe, futhi ekugcineni uyoveza uthando lwakhe ngaye futhi amenze ukuba uluzwe. Ukuba ngangithanda odadewethu nabafowethu ngaphakathi, ngangiyonaka kakhudlwana futhi ngibonise uzwelo olwengeziwe ngobunzima babo futhi ngicabangele imizwa yabo, bese ngithatha isinyathelo esifanele futhi ngisebenzise ulimi namazwi afanele ekukhulumeni nabo. Ngisho noma ngangingazixazululi izinkinga zabanye, ngangingeke ngibalimaze. Ngenxa yokuthi alukho uthando ngaphakathi kwami, lokho engikuvezayo ububi, ngisho noma izinto engizenza ngaphandle zizinhle futhi zilungile. Ngenxa yokuthi uNkulunkulu uyasithanda isintu, akunendaba ukuthi wenzani, kuyisambulo kanye nokubonakaliswa kothando. UNkulunkulu wathi, “Inhloso yokusho kukaNkulunkulu lezi zinto ngeyokuguqula nokusindisa abantu. Kungokukhuluma ngale ndlela kuphela lapho ekwazi khona ukuthola imiphumela ebaluleke kakhulu. Kumele ubone ukuthi izinhloso zikaNkulunkulu ezinomusa zihlelwe ngokuphelele ukuba zisindise abantu futhi konke ezikuvezayo uthando lukaNkulunkulu. Kungakhathaleki ukuthi ukubuka ngasohlangothini lokuhlakanipha emsebenzini kaNkulunkulu, ohlangothini lwezinyathelo namaphethini omsebenzi kaNkulunkulu, ohlangothini lobude besikhathi somsebenzi noma ukunemba kwamalungiselelo nezinhlelo—konke kuveza uthando Lwakhe. Ngokwesibonelo, abantu bonke banothando lwamadodana namadodakazi abo futhi ukuze bavumele izingane zabo zihambe endleleni efanele, bonke bafaka amandla amaningi. Lapho bethola ubuthakathaka bezingane zabo, bakhathazwa ukuthi uma bekhulumela phansi, izingane zabo ngeke zilalele bese zingakwazi ukuguquka, futhi bayakhathazeka ngokuthi uma bekhuluma ngokuqine ngokwedlulele, bayolimaza ukuzethemba kwezingane zabo bese izingane zingakwazi ukukumela lokho. Ngakho, konke lokhu kwenziwa ngaphansi kwethonya lothando futhi kuthatha ukuzimisela okuningi. Nina eningamadodana namadodakazi kungenzeka ukuthi niluzwile uthando lwabazali benu. Akubona kuphela ubumnene nokucabangela okuwuthando, kodwa nangaphezu kwalokho, ukusola okuqinile kuwuthando. UNkulunkulu ikakhulu ungaphansi kwethonya lothando lwesintu futhi ungaphansi kwesibophezelo sothando. Ngakho, wenza konke angakwenza ukuze asindise abantu abakhohlakele. Akabhekani nabo ngokukha phezulu nje, kodwa wenza izinhlelo eziqondile, ezisekelwe esinyathelweni. Ngokwesikhathi, indawo, iphimbo lezwi, indlela yokukhuluma, nobungako bomzamo owenziwe…, ungathi konke kwembula uthando Lwakhe, futhi kuchaza ngokwanele ukuthi uthando Lwakhe lwesintu alunamkhawulo futhi alunakuqhathaniswa. Futhi abantu abaningi basho amazwi okuvukela lapho besovivinyweni lwabenzi bomsebenzi futhi bekhononda. Kodwa uNkulunkulu akangeni ekuphikisaneni ngalezi zinto, futhi ngokuqinisekile akabajezisi abantu ngalokhu. Ngenxa yokuthi uthanda abantu, uthethelela konke. Ukuba ubenenzondo nje kunothando, khona-ke ubeyobalahla abantu ngaphambi kwalokhu. Ngenxa yokuthi uNkulunkulu unothando, akasusi mpikiswano, kodwa uyabekezela, futhi uyakwazi ukubona ubunzima babantu. Lokhu kungukwenza ngokuphelele konke ngaphansi kwethonya lothando. (“Uyaluqonda Uthando LukaNkulunkulu Lwesintu?” encwadini ethi Umlando Wezinkulumo ZikaKristu). Ingqikithi kaNkulunkulu iwuthando, ngakho ukubonakaliswa kukaNkulunkulu nakho kuwuthando. Uthando lukaNkulunkulu ngabantu aluboniswa ngomlomo, kodwa lubonakaliswa ngokoqobo emsebenzini Wakhe, kuzo zonke izinyathelo zomsebenzi Wakhe, kanye nasezindleleni zomsebenzi Wakhe. Ukuthi uNkulunkulu usebenza kanjani nokuthi nini kumuntu ngamunye, yibaphi abantu, izinto noma izehlakalo azihlelela yena nokuthi uyomcwenga isikhathi eside kangakanani, konke kubonisa ukuhlela okunembayo nomzamo wenkuthalo kaNkulunkulu. Wonke umsebenzi ongokoqobo kaNkulunkulu ubonisa uthando Lwakhe olumsulwa ngabantu bonke. UNkulunkulu uthanda abantu kuze kube sezingeni lokuthi usebenzisa onke amandla akhe ukusisindisa, ubekezelela ukungamqondi ngokuyikho kwethu nokumphikisa, futhi ubekezelela aphinde athethelele ubuwula nokungazi. Konke lokhu kwenza ngibone ubukhulu nokuhlonipheka kukaNkulunkulu. Uma kuqhathaniswa, lokho engikuphilile kuyisimo sobusathane esibi nesenyanyekayo. Ekuboneni konke lokhu, ngabelana ngokuvulekile lezi zinto ezimbi ezisenhliziyweni yami nodade osekhulile. Lokhu kuhlukana phakathi kwethu kwasuswa ngokungaqondakali. Ngibonga uNkulunkulu ngokusuka ekujuleni kwenhliziyo yami. Udumo malube kuNkulunkulu.
Phambilini, ukuzazi kwami kwakungamagama nje. Kwakuwulwazi engangilufunde ngokulucula, futhi ngangingayazi imvelo yami ngokokwambulelwa kwami amazwi kaNkulunkulu. Ngiyakuqonda namuhla ngenxa yokuhlangenwe nakho kwami. Lapho umuntu ekhohlakaliswe uSathane, imvelo yakhe iba yimvelo kaSathane. Kungakhathaleki inkulumo, isenzo, noma imicabango, konke kubuswa yimvelo yobuntu. Umuntu angabhekana nesimo sakhe sokukhohlakala futhi kancane kancane asiguqule, uma kuphela eyibona imvelo yakhe. Uma umuntu engenalo ulwazi ngemvelo yakhe, angabhekana kuphela ngokungazi nokubuswa yimvelo kaSathane futhi avukele bese emelana noNkulunkulu—ingasaphathwa eyokuthi ngeke aguqule isimo sakhe. Kusukela manje kuye phambili, ngizoguqula izindlela ezimbi ebengizisebenzisa ngaphambili zokunaka kakhulu izinto ezenziwa ngaphandle. Ngizozama ukungazikhathazi ngezinto ezenziwa ngaphandle, futhi ngeke ngisekele ukwazi imvelo yami ekulandeleni imithetho. Ngokwethembeka nangobuqotho ngizokwemukela ukwahlulela nokusola kukaNkulunkulu, ngizoyazi imvelo yami, futhi ngibone ngempela imvelo yami ngezambulo zamazwi kaNkulunkulu ukuze ngiguqule isimo sami ngokushesha okunokwenzeka, bese ngisindiswa uNkulunkulu.g w
Umthombo: IBandla LikaNkulunkulu USomandla
0 notes
Text
4. Ukubaluleka Komsebenzi KaNkulunkulu Wokuvivinya Nokucwenga
Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:
Yisiphi isimo ngaphakathi kubantu, lezi zilingo eziqondiswe kuso? Ziqondiswe esimweni esihlubukayo kubantu esingakwazi ukwanelisa uNkulunkulu. Kuningi okungekho msulwa kubantu, futhi kuningi ukuzenzisa, ngakho uNkulunkulu ubafaka ezilingweni ukuze abahlambulule. …
Uma ungasazi isimo sikaNkulunkulu, nakanjani uyowa ngesikhathi sezivivinyo, ngoba awazi ukuthi uNkulunkulu ubaphelelisa kanjani abantu, nokuthi usebenzisa ziphi izindlela ukuze abaphelelise abantu, futhi uma izivivinyo zikaNkulunkulu zikufikela futhi zingahambisani nemibono yakho, ngeke ukwazi ukuma uqine. Uthando lukaNkulunkulu lweqiniso, yisimo sakhe sisonke, futhi uma isimo sikaNkulunkulu sivezwa kuwe, lokhu kulethani enyameni yakho? Uma isimo esilungile sikaNkulunkulu sivezwa kuwe, inyama yakho ngokungenakugwemeka iyozwa ubuhlungu obukhulu. Uma ungabuzwa lobu hlungu, ngeke uze upheleliswe nguNkulunkulu, futhi ngeke ukwazi ukunikela uthando lweqiniso kuNkulunkulu. Uma uNkulunkulu ekuphelelisa, uzokukhombisa isimo Sakhe sisonke. Kusukela esikhathini sokudala kuze kube namuhla, uNkulunkulu akakaze akhombise isimo Sakhe sisonke—kodwa ngezinsuku zokugcina Uyasiveza kuleli qembu labantu abamisele phambilini futhi wabakhetha, futhi ngokuphelelisa abantu uveza obala izimo Zakhe, ngalokho wenza iqembu labantu liphelele. Lunjalo uthando lweqiniso lukaNkulunkulu lwabantu. Ukuzwa uthando lweqiniso lukaNkulunkulu kudinga ukuthi abantu babekezelele ubuhlungu obugedlisa amazinyo, futhi bakhokhe inani eliphezulu. Isemva kwalokhu kuphela lapho beyozuzwa khona nguNkulunkulu futhi bakwazi ukubuyisela uthando lwabo lweqiniso kuNkulunkulu, futhi ilapho kuphela inhliziyo kaNkulunkulu iyokwaneliseka khona. Uma abantu befisa ukupheleliswa nguNkulunkulu, futhi uma befisa ukwenza intando Yakhe, futhi banikele uthando lwabo ngokuphelele kuNkulunkulu, ngakho kufanele bezwe ubuhlungu obukhulu kanye nezinhlupheko eziningi ezivela ezimweni, ukuzwa ubuhlungu obudlula ukufa, ekugcineni bayophoqeleka ukuba banikeze inhliziyo yabo yeqiniso kuNkulunkulu. Noma umuntu umthanda ngeqiniso uNkulunkulu noma cha, kubonakala ngesikhathi sobunzima nokucwengwa. UNkulunkulu uyaluhlambulula uthando lwabantu, futhi nalokhu kwenzeka kuphela phakathi kobunzima nokucwengwa.
Kucashunwe “Ukuthanda UNkulunkulu Kuphela Okuwukukholwa KuNkulunkulu Ngeqiniso” encwadini ethi Izwi Livela Lisenyameni
Ngenkathi kukukhulu ukucwengwa nguNkulunkulu, kungale nkathi nezinhliziyo zabantu zikwazi ukumthanda kakhulu uNkulunkulu. Ubuhlungu ezinhliziyweni zabo buzoba ngumhlomulo ezimpilweni zabo, bakwazi kakhulu ukuba nokuthula ngaphambi kukaNkulunkulu, ubudlelwane babo noNkulunkulu busondelane, futhi bakwazi kangcono ukubona uthando lukaNkulunkulu olumangalisayo kanye nensindiso yaKhe enkulukazi. UPetru wathola ukucwengwa okuphindwe kayikhulu, kanti uJobe wabhekana nezilingo eziningana. Uma nifisa ukupheleliswa nguNkulunkulu, nani futhi kufanele nibhekane nokucwengwa okuphindwe kayikhulu; uma kuphela ndlula kule nqubo, futhi nincika kulesi sinyathelo, nizokwazi ukwenelisa intando kaNkulunkulu, kanye nokupheleliswa nguNkulunkulu. Ukucwengwa yindlela eyiyonayona uNkulunkulu aphelelisa ngayo abantu; kuphakathi kokucwengwa kanye nezilingo ezinzima lapho kuvela khona uthando lweqiniso lukaNkulunkulu ezinhliziyweni zabantu. Ngaphandle kobunzima, abantu ababi nalo uthando lweqiniso lukaNkulunkulu; uma bengavivinywa ngaphakathi, futhi bengabhekananga kahle nokucwengwa kwangempela, izinhliziyo zabo ziyohlezi zintanta ngaphandle i. Uma usucwengwe waba sezingeni elithile, uzokwazi ukuzibona ubuthakathaka bakho kanye nezinkinga zakho, uzobona ukuthi usilela kangakanani nokuthi awukwazi ukunqoba izinkinga eziningi obhekana nazo, futhi uzobona ukuthi kukhulu kangakanani ukungalaleli kwakho. Kusesikhathini sezilingo kuphela lapho abantu bekwazi ukubona ngempela isimo abakusona, nezilingo zenza abantu bakwazi kangcono ukuba bapheleliswe.
Ekuphileni kwakhe, uPetru wabhekana nokucwengwa izikhathi ezingamakhulu futhi wabhekana nezinhlupheko eziningi ezibuhlungu. Lokhu kucwengwa kwaba yisisekelo sothando lwakhe olukhulukazi lukaNkulunkulu, futhi lokhu kwaba yinto ebalulekile empilweni yakhe yonke. Ukuthi wakwazi ukuba nalolu thando olukhulukazi lukaNkulunkulu empeleni, kolunye uhlangothi, kwaba ngenxa yokuphikelela kwakhe ethanda uNkulunkulu; okubaluleke kakhulu, kodwa-ke, kwaba ngenxa yokucwenga nokuhlupheka abhekana nakho. Lokhu kuhlupheka kwaba yisiqondiso saKhe endleleni yokuthanda uNkulunkulu, futhi kwaba yinto angazange ayikhohlwa. Uma abantu bengahlangabezani nobuhlungu bokucwengwa uma bethanda uNkulunkulu, lokho kusho ukuthi uthando lwabo lusagcwele imvelo kanye nokwenza ngokuthanda kwabo; uthando olufana nalolu lugcwele imibono kaSathane, futhi nje alukwazi neze ukufeza intando kaNkulunkulu. Ukuba nothando oluphikelelayo lukaNkulunkulu akufani nokuthanda uNkulunkulu ngokweqiniso. Yize noma konke abakucabangayo ezinhliziyweni zabo kungenxa yokuthanda uNkulunkulu, nokwenelisa uNkulunkulu, sengathi imicabango yabo ayinamicabango yabantu, sengathi konke abakwenzayo bakwenzela uNkulunkulu, uma imicabango yabo ilethwa phambi kukaNkulunkulu, imicabango enjalo ayinconywa noma ayibusiswanga nguNkulunkulu. Ngisho noma abantu sebeqondisise kahle wonke amaqiniso—uma sebewazi wonke—lokhu akukwazi ukubizwa ngophawu lokuthanda uNkulunkulu, angeke kuthiwe laba bantu ngempela bathanda uNkulunkulu. Ngisho noma sebeqondisise amaqiniso amaningi ngaphandle kokubhekana nokucwengwa, abantu abakwazi ukuphila ngala maqiniso; kungesikhathi sokucwengwa kuphela lapho abantu bengaqonda okushiwo ngempela yilawa maqiniso, yilapho kuphela lapho abantu bengakwazi ukwazisa ngempela incazelo yawo yangaphakathi. Ngaleso sikhathi, uma sebezama futhi, bayakwazi ukusebenzisa la maqiniso ngendlela, kanye nangokuhambisana nentando kaNkulunkulu; ngaleso sikhathi, imibono yabo yabantu iyancipha, isimo sabo semvelo siyehla, kanti nemizwa yabo yokuba umuntu iyashabalala; kungaleso sikhathi kuphela lapho ukwenza kwabo kuyisibonakaliso seqiniso sothando lukaNkulunkulu.
Kucashunwe “Ukuthola Ukucwengisiswa Kuphela Okungenza Umuntu Athande UNkulunkulu Ngokweqiniso” encwadini ethi Izwi Livela Lisenyameni
Lapho uNkulunkulu enza umsebenzi wokucwenga umuntu, umuntu uyahlupheka. Lapho ecwengisiswa ngokwengeziwe, uthando lwakhe ngoNkulunkulu luba lukhulu, futhi amandla amakhulu kaNkulunkulu ambulwa kuye ngokuthe xaxa. Lapho kuncipha ukucwengwa komuntu, luyancipha nothando lwakhe ngoNkulunkulu, futhi aba mancane namandla kaNkulunkulu enziwa abe sobala kuye. Lapho kuba kukhulu ukucwengwa kwakhe nobuhlungu nalapho kwanda usizi lwakhe, luyojula nakakhulu uthando lwakhe lwangempela lukaNkulunkulu, luyoba qotho nakakhulu ukholo lwakhe kuNkulunkulu, futhi lujule nakakhulu ulwazi lwakhe ngoNkulunkulu. Ezintweni enizodlula kuzo, nizobona ukuthi labo abadlula ekucwengweni okukhulu nasezinhlungwini, nokubhekanweni nabo okukhulu kanye nokuqondiswa, bamthanda ngojulile uNkulunkulu, futhi baba nolwazi olunzulu nolujula ngokwengeziwe ngoNkulunkulu. Labo abangakaze bezwe ukuthi kubhekanwe nabo kodwa abanolwazi olungatheni, futhi kuphela bangathi: “UNkulunkulu muhle kakhulu, abantu ubanika umusa ukuze bajabule Ngaye.” Uma abantu bezwe ukubhekanwa nabo nokuqondiswa, khona-ke bayokwazi ukukhuluma ulwazi lwangempela lukaNkulunkulu. Ngakho lapho umsebenzi kaNkulunkulu umangalisa ngokwengeziwe kumuntu, uba yigugu futhi ubaluleke nakakhulu; awuqondakali ngokwengeziwe kini futhi awuhambisani nakakhulu nemibono yenu, umsebenzi kaNkulunkulu ukwazi ngokwengeziwe ukuninqoba, ukunizuza, nokuniphelelisa. Ukubaluleka komsebenzi kaNkulunkulu kubanzi kakhulu! Ukube akamcwenganga ngale ndlela umuntu, ukube akasebenzanga ngale ndlela, khona-ke umsebenzi kaNkulunkulu ubungeke ube namiphumela futhi ubungeke ubaluleke. Lesi yisizathu sokubaluleka kokukhetha Kwakhe iqembu labantu ngezinsuku zokugcina. Ngaphambili, kwathiwa uNkulunkulu wayezokhetha futhi alizuze leli qembu. Lapho uba mkhulu ngokwengeziwe umsebenzi awenza kini, luyajula futhi luhlanzeke ngokwengeziwe uthando lwenu lukaNkulunkulu. Lapho uba mkhulu ngokwengeziwe umsebenzi kaNkulunkulu, umuntu ukwazi kakhulu ngokwengeziwe ukuzwa ukuhlakanipha Kwakhe futhi lujula ngokwengeziwe nolwazi lomuntu Ngaye.
Kucashunwe “Labo Abazopheleliswa Kumele Bacwengwe” encwadini ethi Izwi Livela Lisenyameni
UNkulunkulu angabaphelelisa abantu ezintweni ezinhle nakwezimbi. Kuya nokuthi uyakwazi yini ukubona, nokuthi ngabe uphokophelele na ukupheleliswa nguNkulunkulu. Uma ufuna ngempela ukupheleliswa nguNkulunkulu, izinto ezimbi ngeke zikwenze uzwe ungolahlekelwe, kodwa zingakulethela izinto zeqiniso, zikwenze wazi ukuthi yini le oyintulayo kuwe ngaphakathi, nokuthi ukwazi ukubhekana nezimo zakho, nokuthi ubone ukuthi umuntu akanalutho futhi akayilutho; uma ungahlangabezani nezilingo, awazi, futhi uzohlala uzwa sengathi ungaphezulu kwabanye futhi ungcono kunabo bonke abantu. Kukho konke uzobona ukuthi konke lokhu okuze ngaphambilini kwakwenziwe nguNkulunkulu futhi kwavikelwa uNkulunkulu. Ukungena ezilingweni kukushiya ungenalo uthando noma ukholo, ungakwazi nokuthandaza, ungakwazi nokucula amaculo—kuthi ungasanakile, kukho konke lokhu ufinyelele ekuzazini wena uqobo. UNkulunkulu unezindlela eziningi zokuphelelisa umuntu. Usebenzisa zonke izindlela zezimo ukuze abhekane nesimo sokukhohlakala somuntu, asebenzise izinto ezehlukene ukuze abeke umuntu obala; ngakolunye uhlangothi ubhekana nomuntu, ngakolunye ubeka umuntu obala, kolunye uveza umuntu, agubhe aveze “izimfihlakalo” zisekujuleni kwenhliziyo yomuntu, akhombise umuntu ubunjalo bakhe ngokuveza izimo zakhe eziningi. UNkulunkulu uphelelisa umuntu ngezindlela eziningi—ngezambulo, ngokubhekana naye, ngokumcwengisisa, nokumsola—ukuze umuntu akwazi ukuthi uNkulunkulu unguNkulunkulu owenzayo.
Kucashunwe “Yilabo Kuphela Abagxila Ekwenzeni Abangapheleliswa” encwadini ethi Izwi Livela Lisenyameni
Umthombo: IBandla LikaNkulunkulu USomandla
Ungase Uthande Nalezi: Yini insindiso?
0 notes
Photo
Silberauger of Imvelo
#rwby#rwby oc#rwby 4#the silver eyed warriors#silver eyes#rwby ruby#rwby ruby rose#world of remnant#summer rose#ruby rose#rwby5
2 notes
·
View notes
Photo
No filters needed! #elephants #safari #Zimbabwe #hwangenationalpark #wildlife #passionpassport #jackal #lion #CamelthornLodge #bomanitentedcamp @imvelosafarilodges @imvelosafarilodgeszim (at Camelthorn Lodge, Imvelo Safari Lodges.) https://www.instagram.com/p/Bw1TfSHnGqv/?utm_source=ig_tumblr_share&igshid=1curlxqqfh6gu
#elephants#safari#zimbabwe#hwangenationalpark#wildlife#passionpassport#jackal#lion#camelthornlodge#bomanitentedcamp
0 notes
Text
Mẫu thiết kế bằng đá solid surface tại triển lãm TRON DESIGNS CORIAN
DuPont và Disney đã cùng hợp tác và giới thiệu bộ sưu tập độc quyền “TRON designs CORIAN”. Đây là một cuộc triển lãm lấy cảm hứng từ bộ phim “TRON: Legacy” của Walt Disney Studios, tại Padiglione Visconti. Hiệu ứng tổng thể và sự xuất hiện của TRON: Legacy đã truyền cảm hứng cho một số nghệ sĩ và nhà thiết kế thời trang và công nghệ. Thế giới của TRON đã trở thành một hiện tượng lối sống mới, ngay từ nhạc nền Draft Punk sáng tạo cho đến trang phục ưu tú và đồ trang sức thiết kế, đến trò chơi điện tử TRON: Evolution.
Sơ lược về triển lãm TRON designs CORIAN”
Triển lãm là một dự án thiết kế được DuPont và Disney sáng tạo và được thực hiện bằng cách sử dụng đá nhân tạo Solid surface Corian của Dupont để thiết kế một không gian sang trọng và hiện đại. Dưới sự hướng dẫn của hai tập đoàn lớn Disney và DuPont, các công ty hàng đầu như Altha, Tao Esterno, Capo d'Opera, Jacuzzi, Lago, Cappellini và các nghệ nhân như Shai Akram, AquiliAlberg, Marco Piva, Dror Benshetrit, Jordi Canudas, Lagostudio, Ilaria Marelli , Giulio Cappellini... để tạo ra các giải pháp thiết kế nội thất hấp dẫn cũng như các hình thức kiến trúc cho thiết kế TRON CORIAN®, lấy cảm hứng từ TRON: Legacy và khai thác tính linh hoạt của bề mặt kỹ thuật Solid surface Corian (đá nhân tạo Corian).
Triển lãm này có sự tham gia của nhiều đối tác kỹ thuật như Sony, Light Tape, Luxit, DuPont ™ Imvelo ™ và Shicon.
Những mẫu thiết kế độc đáo bằng solid surface tại triển lãm TRON designs CORIAN”
Hãy cùng chiêm ngưỡng một số tuyệt tác được làm từ đá nhân tạo trong triển lãm này:
Công Ty TNHH Thiết Bị Bảo Kim
Trụ sở: 69 Đường Số 2, Khu phố 4, Phường An Phú, Quận 2, TP. Hồ Chí Minh
VP Hà Nội: Lô E1.2-24, 90 Phạm Hùng, Mỹ Đình 1, Nam Từ Liêm, Hà Nội.
Hotline: 0913 123 345
Website: http://www.danhantaodupont.com/
0 notes
Photo
#Elephantastic #MonochromeMonday shout out by #wildographer & guide in training at Imvelo Safari Lodges at Bomani Bush Camp, @seanstuartross straight from #ManaPools in Zimbabwe. Give him an Instafollow for regular updates: Www.facebook.com/seanrossphotography Www.seanrossphotography.com · · · #Wildography #WildographyandSafaris #AfricanSafaris #Zambezi
#zambezi#monochromemonday#elephantastic#africansafaris#manapools#wildographyandsafaris#wildography#wildographer
79 notes
·
View notes
Photo
Grazie alla nuova collaborazione con l’agenzia di rappresentanza JoyCo’, le sei strutture di Imvelo Safari Lodges vengono da oggi promosse sul mercato italiano, sia al trade, sia a un numero sempre maggiore di viaggiatori in cerca di un’esperienza di safari unica. «Vogliamo che lo Zimbabwe sia sempre più conosciuto dagli italiani, oltre che per la [...]→ https://ift.tt/2XKl4kK Gli Imvelo Safari Lodges (Zimbabwe) arrivano sul mercato italiano Grazie alla nuova collaborazione con l’agenzia di rappresentanza JoyCo’, le sei strutture di Imvelo Safari Lodges vengono da oggi promosse sul mercato italiano, sia al trade, sia a un numero sempre maggiore di viaggiatori in cerca di un’esperienza di safari unica. «Vogliamo che lo Zimbabwe sia sempre più conosciuto dagli italiani, oltre che per la [...]→ Le sei strutture di Imvelo Safari Lodges, a partire da luglio, grazie alla nuova collaborazione con l’agenzia JoyCo’, verranno promossi al trade italiano
0 notes